16/08/2026
A NIGHT TO CELEBRATE EXCELLENCE! β¨
Today, our Principal treated our GET and FET Top Achievers, together with their parents, to a very special dinner at the Golden Horse. ππβ€οΈ
This was more than just a dinner β it was a celebration of hard work, dedication, perseverance and outstanding achievement. We are incredibly proud of our learners and grateful to our parents for the unwavering support they continue to give.
A heartfelt thank you to our Principal for recognising and rewarding excellence. May this beautiful evening inspire our learners to continue reaching for even greater heights. π
Congratulations to our Top Achievers! Your success makes Tholizwe Secondary School proud! πππ½
15/08/2026
πβ¨ SIYABONGA, SIYAKHALISA, SIYAZIQHENYA NGANI!.
I-Tholizwe Secondary School iyakuthokozela kakhulu ukuncoma abafundi bethu ababili abenze kahle kakhulu ezifundweni zabo, bathola **indawo yokuqala (Position 1) ku-GET naku-FET.ππ
Le mpumelelo iwubufakazi bokusebenza ngokuzikhandla, ukuzimisela nokuzinikela kwenu emfundweni. Impumelelo eniyizuzile ayigcini ngokuba yimpumelelo yenu kuphela, kodwa iyisizathu sokuziqhenya kuwo wonke umndeni waseTholizwe.
Siyabancoma nabazali benu ngokuba yinsika, ngokubakhuthaza nangokweseka imfundo yabo. Impumelelo yomntwana ivame ukwakhiwa yisandla sesikole, umzali kanye nokuzimisela komfundi uqobo.
**Njengophawu lokubonga nokuhlonipha lo msebenzi omuhle,uThishanhloko wesikole uzokhipha laba bafundi kanye nabazali babo to Special Appreciation Dinner
Lesi sidlo esikhethekile siyindlela yokuthi isikole sibazise ukuthi siyawubona umzamo wabo, siyawazisa amandla abo futhi siyaziqhenya ngempumelelo abayizuzile.
Halala bafundi!
Qhubekani nokusebenza ngokuzikhandla, ngoba le mpumelelo ingesinye nje isiqalo sohambo olukhulu oluphambi kwenu.
Niphakamise ifulegi laseTholizwe. Nenze isikole saziqhenya!π€ππ
THOLIZWE SECONDARY SCHOOL
βWe Strive for the Best.β