28/11/2024
Sanibonani bazali
Sithanda ukukhumbuza bonke abazali bezingane ezifunda e Nichols Primary ngomhlangano wabazali we Budget 2025 ozokuba kanje:
Usuku: 01 December 2024
Indawo: Nichols Primary
Isikhathi: Ngo 2 ntambama (14hrs)
Siyabonga.
NR Chonco
Principal
15/03/2024
Bazali
Nasi isimemezelo. Cela nikhumbule futhi ukuthi ngesonto kunomhlangano wokukhetha amalunga e SGB cela abazali baphathe ama ID books abo. Cela niphumelele bazali
18/02/2024
Isaziso somhlangano wabazali
Ungomhlaka 10 March 2024 ngo 2 ntambama khona eskoleni.
Kuzokhethwa amalunga amasha e SGB
13/02/2024
Bazali
Izingane ziyaswenka kusasa, cela zifake u Red and white. Cela abasiphathele no R3
Siyabonga
17/01/2024
Bazali
Siyabingelela kinina nonke bazali bezingane ezifunda e Nichols Primary School.
I Department of Education isikhiphe umyalelo wokuthi sisheshe sibadedele abantwana ngenxa yesimo sezulu esibhekene naso namhlanje.
Sicela bazali nizobalanda ke abantwana lapha eskoleni kusukela ngehora lokuqala.
Isikole siyophuma ngehora lokuqala kuze kube uLwesihlanu mhlaka 19 January 2024.
NgeSonto elizayo, siyobe sesiphuma ngezikhathi ezijwayelekile okuyilezi:
Grade R- 2, baphuma ngo 13h30
Grade 3 -4, baphuma ngo 14hrs
Siyabonga bazali.
NR Chonco
Principal
09/01/2024
Bazali
Cela niqaphele ukuthi amaphepha e Stationary enawathola eskoleni/ kwi report phezulu abhaliwe yini ukuthi 2024 if not that means wathola iphepha eli wrong lango 2023 😔.
Sicela bazali sibambisane lakhulu kulonyaka. Uma udinga izinto ekumele uzothenge sizifakile kwi post engezansi. Ungaphinde uye naku whatsapp wesikole (0333994794) ngaphansi kwe catalog uzokuthola.
Siyabonga bazali cela sibambisane bazali ☺️
06/01/2024
Stationary list for 2024
Cela nisithengele bazali.
30/03/2023
Bazali
Sicela ukunazisa ukuthi izingane zonke kusasa zizophuma ngo 11am njengoba kuzobe kuwusuku lokuvalwa kwezikole.
Sacela niqikelele bazali ukuthi ingane iyalandwa ngesikhathi esikoleni. Sesiyoze sivule ngomhlaka 12 April 2023.
Sinifisela amaholidi amahle bazali.
Siyabonga
School Management.
04/02/2022
Bazali sinazisa ukuthi zonke izingane ziyabuya mhlaka 7/02/2022.
18/01/2022
Bazali kusasa silindele u GRADE 4 KANYE NO GRADE 2. Isikole singena ngo 7:30