02/11/2022
Grade 9 students next year nizobe nenza u grade 10 so kuzomele ukhethe ukuthi uya ka commerce, general or science so mina ngizoni siza. Baningi abathi ka science kunzima ka commerce kunzima bese beya ka General. So into ithi wen iya la i future dream yakho ikhon for eg uma ufun ukuba udokotela iya ka science. Alikho iklasi elilula naka general kunzima but uma uzofunda uzimisele ngeke kube nzima.
So n**i izinto ekumele uzazi
Science class
IMath pure : iyafana nale oyenzayo manje kodwa kukhishwe izinto ezimbalwa kwafakwa ezinye
Physical science: iyafana ne Natural science but awusa bheki impilo yomuntu (kukhona electric circuit oyaziyo)
Geography: iyafana ne social science isihamba yodwa i geography ayisekho i history
Accounting: iyafana ne ems oCPJ,CRJ,DAJ,CJ
Kube i English,l.o nesizulu
Commerce class
Accounting: iyafana ne ems oCPJ CRJ DAJ CJ
Business studies: iyafana ne ems
Economics: iyafana ne EMS
Math: iyafana nale oyenze sukela ka grAde8
Kube i English, isiZulu ne l.o
General class ( Humanity)
La kukwen ukuthi wenza i geo or history
Geography: iyafana nale oyenzayo kwi social science
History iyafana nale oyenzayo kwi social science
Life science: iyi N.S but electric circuit ikhishiwe kukhona izinto ezimayelan ne life njenge nhliziyo amathambo omuntu
Kube i Agricultural science, english,l.o nesizulu
So alikho i kl@si elizima or elilula kudingek uzimisele wazi ukuthi ufunani any questions inbox us
Send a message to learn more