Memories were created πβ₯οΈ
Sanzwili Primary School
Work and Pray Working together to create a learning nation
More depictions of the fun we had today
16/04/2026
We had so much fun riding horses ππ
Foundation Phase trip 2026. Sihambe kahle sabuya siphephile. Siyabonga kakhulu kubazali. Abantwana baziphathe kahle futhi bajabule kakhulu.
Mzali
Uyamenywa ukuba uzobheka umsebenzi womntwana wakho wokuphela kwekota yokuqala. Leli ithuba elihle lokuthi uxoxe nothisha uphinde wazi umntwana wakho ukuthi uqhubeka kanjani.
Ohleleke kanje:
Grade : Grade R β Grade 6
Isikhathi : 11:00am
Usuku : Uwesithathu (25/03/2026)
Siyabonga ukubambisana.
Obhalile
L.N. Ndlovu
Siyabingelela Bazali
Sicela ukudlulisa ukuthi kusasa kuzobe kufike abomnyango wezempilo bezohlola amazinyo abantwana abafunda uGrade R kuya ku Grade 3.Sicela nibheke ezikhwameni zabo, kukhona ama form adinga ukugcwaliswa, sicela niwagcwalise babuye nawo ksasa ukuze bahlolwe. Angeke ahlolwe ongaligcwalisile iform. Otholwe enenkinga uyobe esenzelwa incwadi yokuya esibhedlela.
Siyabonga
Siyabingelela Bazali
Sithanda ukuxolisa, sikhungethwe inkinga yokungabikhona kwamanzi emphakathini. Ngenxa yalokho, abantwana bazophuma esikoleni ngo-12h00 namuhla.
Siyabonga ngokubambisana.
Siyabingelela bazali.
Sicela ukunazisa ukuthi abantwana bazophuma manje ngo 12h30 ngenxa yokungabi khona kwamanzi esikoleni.
Siyabonga
14/03/2026
From Museum and Botanical Gardens we proceeded to Lion Park Zoo π¦
Our learners had an exciting time at the Lion Park Zoo where they saw different animals and learned about wildlife. They also enjoyed fun activities like swimming, jumping on the jump pillow, and playing on the trampoline. It was a day full of learning and fun! πΎπ¦
14/03/2026
Botanical Garden Visit πΏ
Our learners had a wonderful time at the Botanical Garden learning about different plants and enjoying the beauty of nature. A great experience outside the classroom! π±
#13/03/2026
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Telephone
Website
Address
102 Dambuza
Pietermaritzburg
Opening Hours
| Monday | 07:30 - 14:30 |
| Tuesday | 07:30 - 14:30 |
| Wednesday | 07:30 - 14:30 |
| Thursday | 07:30 - 14:30 |
| Friday | 07:30 - 14:30 |