Silwanetshe Primary School

Silwanetshe Primary School Silwanetshe Primary School is a public state primary school located at Kwaphupha Road, Willow Founta

23/09/2026

https://www.bestofsouthafrica.co.za/pmb-midlands/best-of-pmb-midlands-vote/

Isikole sethu iSILWANETSHE singesinye sezikole eziphakanyisiwe ngaphansi kwezikole ezenza kahle ePmb. Uyacelwa ukuba useseke ngokuba UVOTE ukuze siphume phambili ekuqokweni.
Kuvotwa kanje: 1. Ungena kuleLINK engenhla 2. Uye kuVOTE 3.Uye ku EDUCATION (Isithombe esisekuqaleni) 4.Uye ku BEST PUBLIC PRIMARY SCHOOL (Isihlokwana esisezansi, ubhekusise) 5. Uye ku SILWANETSHE (kunesikwele esingezansi uma ufisa ukufaka isizathu sakho) 6.Ngezansi uye ku NO. Bese uthinta ibhokisi elingezansi. Bese ke SUBMIT. Bese ke uyabika lapha kwipage lethu ushaye isingisi esikhulu uthi DONE.

23/09/2026
18/09/2026

Mzali. Ngenxa yesimo sezulu elibi abafundi sesiyabadedela ngo 11am ukuze bangagcwalelwa imifula. Ngyabonga. Ngcobo T.S. Silwa. Princ.

11/08/2026

Mzali.
Ngenxa yesimo sezulu esingesihle abafundi sizobadedela ngo 2pm. Thanks.
Ngcobo T.S. (Principal)

05/08/2026

Breaking News. From Silwanetshe Primary School TV.

Grade R & 1 Applications.
05/08/2026

Grade R & 1 Applications.

23/06/2026

Mzali. Uyakhunjuzwa ukuthi izikole zivalwa ngo 26.06.2026. KYAPHAZAMISA UKULOVA NJENGOBA KUKUNINGI OKWENZIWAYO. LOWO OLOVAY UZOCHAZA KABANZ UMA KUVULWA.
Ngcobo T.S (Princ.) Silwa.

Address

Willowfountain Road, Kwaphupha
Pietermaritzburg
3201

Opening Hours

Monday 07:30 - 14:30
Tuesday 07:30 - 14:30
Wednesday 07:30 - 14:30
Thursday 07:30 - 14:30
Friday 07:30 - 14:30

Telephone

+27333210000

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Silwanetshe Primary School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Silwanetshe Primary School:

Shortcuts

Share