02/01/2020
Hlw zithandwa sibongumdali ukungena onyakeni omusha siphila. Isicelimpilo sazisa wonkumuntu onothando lokuletha umntwana wakhe ukuzofunda khona ukuthi ngomhlaka 20 January 2020 sicela bafike syavula uphathe copy yeID yomzali necopy yeclinic card page 4and5 kanye necopy yecertificate yomntwana omlethile okunye siyokubhalela khona esizokudinga kokufunda komntwana nezikibha zizobakhona sicela abazali bakhokhe ideposit ngoba siwu150 sisisodwa kubalulekile umntwana abenaso, ngoba uniform ecreche.Nabepampers bayadingeka ungamletha eyakhe imali ithe xaxa ngobudinga ukunakekelwa kakhulu ngiyabonga.