Sanibonani.
Smanga imbongi encane
ATS n culture
Hi bahlobo.
Angihambile ngyabuya
By::: imbongyakomShengu engenapeni
Detected by ::: ImbongyakomShengu engenapeni
Tittle::: izinyembezi zentandane P 1
Lenkondlo yam ngiyibhalela wena mtaSe
Ngoba ngibona ugcwele iSlilo
Kade kumnandi nijabule nabazali bakho π’π’π’
Kodwa lwabe Selwehla lungehlanga
Buka nje mtakamah kade ukhihla eSkanandi
Lapho akukho nokuzwayo phela abazali kade SebekuShiyile
Ngoba elokufa kalibiki mkhuhlane
Buka nje uSuSele wedwa
Labantu ohlala nabo bayakuhlukumezaπππ
Kwamanje uSuphenduke iSgqila Sabo π’ππ
Abantwana abangangawe bakhululekile ngoba phela banabazali
Engan bayaz ukuthi wena uzobenzela konke πππ
Kodwa kade nawe uzikhipha izinyembezi zentandane mina ngithi kaziweli phanSi
Ngoba maziwa zikhanda udaka πππ
Mtakamah ngithi ngikuzwile ukukhala kwakho ulahlekile
Kungenamuntu ozokuSiza
Ngoba phela Sebewufulathele SengiSho wona omagade ahlabayo πππ
Mina bengithi umhlaba uhlabela abawuhlabelayoπππππ’
Kodwa lokho ngizibonele ngawami amehloππππ
Ukuthi impilo imnandi ngabazali
Izinyembezi zentandane min ngizkhiphile πππ
NgizikhiShiSwa ngomalumekazi
bami
Bengithi Sengiwile kodwa kwabe Sekufika ujeSu ekuSeni
ezongipha amandla amaSha okukhuphuka πππ
Ukuze ngibaboniSe ukuthi mawungenabazali akuphelile ngawe πππ
Noma impilo iba nzima
Bona bethi bayangihlukumeza kanti bayangifundiSa
Ngalenkondlo yami ngithi
MtaSe ungakhaliSwa izinto zomhlaba konke kuzondlula
Abazali bakuShiyile kodwa akuphelile
Abazali abakufulathelanga ingunaphakade
ImbongyakomShengu engenapeni I nation
By ::: imbongyakomShengu engenapeni
Detected by::: imbongyakomShengu engenapeni
Tittle::: BengSacel ukbhala
BengSacel ukbhala abafun ukukhala Sebeyongixolela ngoba mina ngifuna ukbhala
Kulombhalo bengifuna kuvele ukuthi bazalwane akeneSule izinyembezi
Nawe mfundiSi ake uvale leyo ncwadi encwele
Sbaningi Sngofakaz bokuthi yena ubengayaz indlela ezomuSa endlini yenkonzo
Ngyethemba kwananje ugibhale emoto ezomuSa eSihogwen
Ngoba phela kade Simbabaza ngezndlel zakhe zobumnyama
Kade ebagiqa phanS ,
Naphezulu,
KweSobnene,
nakweSokhohlo
Phela yena ubephethe umuthi oSheShayo
Umuthi ongalaphi
Umuthi wakhe ubuphuthuma futhi ubabulele
UbeSeSiqedile iSizwe
Ngoba phela yena ubenzela
Ukuthandwa NokuhloniShwa
Kungakho ngithi bazalwane yeSulan izinyembezi ngoba phela akaSenakuphinde avuke
Ngikhuluma Ku manje uSegibele inqola ezomuSa enkoSini yakhe uSathane
Ngoba phela uSezobhekana nezakhe izono
Ngoba ubebuSa emhlaben
Kodwa manje ngath kuzobuSwa yena
Ngoba uSikhiphiSile izinyembezi ezingenakuphela .
ngiSho ningakhala ezimathonSi ngeke eSabuya uhambile uhambile
AkaSenakubheka emumva njengayo lemphefumulo abeyikhipha emhlabeni
Ngeyethemba *uSebhanoyini akakhululekile naSomoyeni * kungakho ngithi *ngizokuShaya nge avocado nawe mnakwethu mawukwatapheya*
Yingakho ngithi mfundiSi ake uvale leyo ncwadi encwel
(Phecelezi ibhayibheli)
Nani bazalwane yeSulan izinyembezi akaSenakubuya lo ebenimthanda
ImbongyakomShengu engenapeni
Written by::: imbongyakomShengu engenapeni
Detected by::: imbongyakomShengu engenapeni
Tittle::: kazi kwakhala nyonini nge Africa
Mangiwabona ama Africa
Ngibona ubumnyama
Ngibona Sivalelekile
Singaphumeleli ngenxa
YeSifo eSngalapheki .
Sebeze baSidida kwathina thina bant abamnyama kwathiwa Sifanelwe iSnyama .
Umholi wezwe aSimtholi ukuthi wenzan ngempela.
ESkhundleni Sokufuna ikhambibngenali
Yena ubona kuncono ukuSivalela ezindlini .
Kazi uzokuthokozelan akutShalile ,
MayeSevunile
Ngibona ama Africa ezikaka eShona phanSi .
Kulowo mzuzu uhulumeni uSeholela babangezi lutho empilwen
Nemali uyibekele imigomo nembhandela
Ngibuka ukuthi thin maciko namacikokaz aSemzanSi
Ngathi Silahlekelwa iSithunzi Sethu .
Thina Sizihambela imicimbi ukuze ikuSaSa lethu eliqhakazile .
Kodwa lokho kuyaShabalala njengamazolo eShabalaliSwa ilangah.
Emcimbini bekulaph'ongthola Khona .
Kodwa lokho ngathi akuSenzeki
Ngoba embhudeni kulaph'ongthola Khonaaah
Ama Africa awaSabambiSene
ASaphendukelana .
Abantu Sebaba zilwane .
AbaSalawuleki .
Ksze kwakhala nyonini ngathi thina ma Africa
Ngoba SiSencindezelweni lapho kwi lockdown
Abafowe2 abaSakhoni nkomanziSa umphimbo mawomile .
Ngoba bavalelekile abakhululekileeh bayazi buza ukuthi kazi Soneni thina kuban
Kodwa Siza thina abamaciko hulumeni nakhu ikuSaSa lethu lumoSheka limoShwa ilenhlupheko eSe Africa
By imbongyakomShengu engenapeni
Ntombenhle P2 iS loading
By::: imbongyakomShengu engenapeni
Detected by::: imbongyakomShengu engenapeni.
Title::: wena Ntombenhle, ngeloSi yoqobo .
Wena Ntombenhle ngiSacela ukuthi ungiphe uthando lwakho .
Ntombenhle ngyakjthembiSa angiSoze ngakuphoxa .
Ngoba phela wena uyinto yokuthandwa , ukunakekelwa ,nokuhloniShwa .
Ngoba wena uyakhazimulah .
Wena uzongenza ngibe mude ngoba ngimfiShane nje ngothando lakho .
Wena ndoni yamanzi ,
Umuhle ngathi uyabukhokhela
SengiSho wena ntokaz efana nezihlabathi zolwandle .
Ntombenhle ngithi mina
ngiSacela ukuba unginike inxenye yenhliziyo yakho,
NgikitShengiSe ukuthi ngizoyiphatha kanjani .
Ngoba icelwe yimina
ngeSizotha
, ngenhlonipho,
nangothando .
Ngithi mina kuwe ngiSacela ungiphe uthando lwakho Ntombenhle .
SengiSho wena ndon'yamanzi .
Nguwena ozongenza ngibe mfiShane njr ngothando lwakho wena Ntombenhle ngeloSi .
NgyakuthembiSa ker wena Ntombenhle ngizokuthanda,
ngikunakekele,
ngikuhloniphe
ngoba wena uyakhazimula.
Ngicabangah ukuthi SekuyiSo iSkhathi Sokuthy ngikutShele iqiniSo ngemizwa yakho engakimi .
Phela kwaziSe awuSapheli kweyami inqondo .
Wena Ntombenhle,
NgeloSi yoqobo ,
Wena ndon'yamanzi .
Awami amazwi awekho maningi aSephelile .
ImbongyakomShengu engenapeni Ngyabonga πππ
By : imbongyakomShengu engenapeni
Detected by : imbongyakomShengu engenapeni
Tittle : Ngibhale'dolwen πππ
Ngyakucela ungibhale edolwen makhelwane wamπππngyethemba uyangibona nawe ngidlal ukuhluphekaπ’π’π’
Bukaπππizingane zam zizolala zingadlile
Makhelwane wam ngincede ungibhale edolwen nawe uyazibonela ukuthi ngiphila kanzimaπ’π’π’
Konke kubheke minaπππ
KwaziSe noyiSe wabantwana wangiShiya nabantwana
Wathi yena kulunge ukuthi abulawe yinhlupheko
Wath uSacela ukungiShiya nabantwana
Wathi yena angeke alunge yindlal πππ
Okuncono akabhek'abanye abancono kunami
Ngoba ngidlal inhluphekoπ’π’π’
Ngithi makhelwane wam ngibhale edolwen πππ
Nje mina ngikhalela ababtwana abangenacala π’π’ππ
Ngabe ngyezwa ukuba uyiSe wabo ngabe ngyambukaπππ
Makhelwane ngincede ngoba uyangibona ukuthi ngyazihluphekela π’π’π’
Uyangibona nawe ngyawa β¬β¬β¬ngyavuka β¬πβ¬πβ¬
Nabantwana bami angaz nokuty yin okumele ngiyenze ukuze ngibondle bakhule bazi iSimo Sempilo abakhule ngaphanSi kwaSo Sinjani
Ngalawo mazwi ngithi ngiSize makhelwane ungibhale edolwen
AwuSenzeli mina π’π’π’
Kepha Sewenzela labantwana abalahlwa uyiSe Kim
Hello hello Sanibonan
Lindelani ipoem yam ethy perseverance is the mother of success of your future
Written by ; imbongi yakomshengu
Detected by : dlomo da poet and imbongi yakosothobe
Tittle: besithandana
Isono Sam kwaba ukuth bengingenayo imali
Ex yam imali ayiluthezi olunenkume
Ex yam ngith kuwe uthando lwemali luzopjela lapho usungikhumbula emumva ngiyone ngingasenalo uthando lakho kodwa wena uyebe usuyiscefe Kim ebese ngyakubuza ukuth wawuhambelan uma uzobuya uyisidwedwe esinje
Ex yam uthando alukho ngemali kepha lungokwethemban, ukuhloniphana, nokuthandana ngeqiniso .
Ngithi kuwe uthando lakho ngyalubonga ngoba luyaqashisa min bengifuna umuntu uzonginika uthando ngaphandle kwemali
Besthandan kodwa wena wangijikela ngoba min ngingenamali
Ungibonisile ukuth unothando olufana nezituro ze catering zona eziqashwa noma uban uma ngabe enemali
Ngith kuwe besthandan isono Sam kwaba ukuth bengingenayo imali
Akusenan ngizohlala ngikubuke wen nothando lwe catering lona oluhlala emizini eyahluken njalo ngolwesihlanu
Kodwa ngyasivuma isono sami kwaba ukuth bengingenamali othandweni lwe2
Bengisacela ukuth ngomhla wokuphela kwenew love yakho uze ungangikhumbuli ngoba min angisona isinamnam sesnambuzane kodwa ngiyilomuntu olala aphenduke .
Uthando lakho seluthathe izikwama lwapakisha lwahamba kulenhliziyo yembongi yakomshengu ngyakuvumela ex yam uma uthi uthando yi catering sengisho Lena eqashwa ngemicimbi
Isono Sam ukuth imali ibingekho othandwen lwe2 waqoka ukungishiyaπππππππππππππ
Ngyaqashwa emishadweni emicimbin whatsapp this number or send SMS at 0636485611 osend massage at page on smanga imbongi encane or Smangaliso Shabalala
Please call me in6am to 6pm every weekend
Ngyabonga
Written by imbongi yakomshengu
Detected by imbongi yakosothobe & dlomo da poet
Tittle: dear thishomkhulu
Dear thishomkhulu khumbula ngoba usidlisa ngamapayipi ukuth akusikhona kwakho LA kusesikolen
Yaz principal skhathele amanga akho sekumele waz ukuth esikoleni akusikhona kwakho yindawo osebenzela nje osebenzela kuyo
Ngith dear thishomkhulu ngith ngisacela ukuth uyekele amanga
Uthi wen nampo othisha bami
Kanti sikuphi vele la angiqondi ngithola ukulahleka ngempela phela wena konke okusesikolen uthi okwakho .thishomkhulu ngisacela ukuth ungicaciseke ukuth ungicacisele ukuth nxa sisesikoleni sikwakho noma sikuphi vele LA.
Ngyaz ukuth uzama isithunzi nawe manje ngisacela ukuth uyekele ukubiza othisha uthi nampothisha bami engath baqashwe nguwe ngoba ukube abakho kumele bafundise kwakho aii LA esikoleni.
Dear thishomkhulu khumbula ukuth LA esikoleni akusikhona kwakho ngoba usuthi akwenzeke ukuth lapha esikoleni Sam skwenzeke ukuth sikuphi vele LA
Sikuphi ngempela ngoba kungathi sikwakho usiphathisa okwamavizitor angasafuneki ekhaya lakho
Sacela ungicacisele ukuth kungathi ufuna udumo ngalendlela uze uthi nampa othisha bam nasesikoleni sami Sam ukuthathaphi ukuth Ku kwakho lapha esikoleni.
Dear thishomkhulu khumbula ukuth LA akusikhona kwakho kusesikolen mnumzane asisakwaz ngisho nokunkwintsha senzen le nfaka siyikhokhele nsizwenye awuyekele ukusibiza ngabangan bakho angaz ukuth udukekwa ngabangani gakhobube ulokh uthi uzincengela usibiza ngezingane zakho sacela usicacisele ngempela ngoba uma kukwakho LA kumele sikushayise ngomoya
Ngiyaqashwa . for more info Facebook me Smangaliso Shabalala
Call or whatsapp me on 0636485611
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Contact the school
Telephone
Website
Address
Vryheid