30/12/2024
Esizibeni Sivananda Vaswani comprehensive High school
Angikho Khaya ngiphume ngomsebenzi manje ingane sihlale sonto lonke Khaya ixoshwa uthisha engaqali wake wayixosha futhi ngafika sayilungisa inkinga manje sephindile futhi wayixosha ingane ithi ngane yabika komubye uthisha wathi bezwa inxabano wathi uthisha ayibuhele classin wayibona Lothisha obeyixoyishile waphinda wayixosha ngane Yami sihlale Khaya sonto lonke angikho Khaya kodwa ngzofika masengbuyile Durban ngane Yami ngcele Bhuti wam omncane ukuthi ayilethe skoleni Monday ngyacela bandla unyaka yaphela manje lengane iyasala skoleni mzali ka luyanda Mbambo grade 9 e