Mbusweni Primary School

Mbusweni Primary School Public School

02/09/2023

Iqiniso lithi impilo yanamuhla indinga imfundo so ungakuyek konke kodwa ungakulinge uyeke imfundo

17/02/2023

Yake yakwenza yin wemfundi lento yokuth uhlangane nemoto enhle Ihamba umunt nje osemncane osebenzayo bese uba nesfiso sokuth ngelinye ilanga kube uwe lo.
Yazin kuth kungenzek ๐Ÿค”

17/02/2023

Ngelinye ilanga
Ngak ngabiywa uthisha owayengifundisa wangbuza umbuzo owawuth ngifisani ngekusasa lami, impendulo yath: NGIFISA UKUSHINTSHA IKHAYA YAQHUBEK YATH UKUHLUPHEKA ESIKUHLUPHEKE EKHAYA ANGIFISI UKUDLULELA NAKHO KOWAM UMUZU. wabe esethatha incwadi yezibalo eyayistafuleni wanginik Yona wathi imfihlo yekusasa ilele ezincwadini funda,

Kusukel ngalelo langa ngafunda ngaz ngafik laph ngakhona. Ngakho ngisacel kudlulisela lamazwi nakuwe athi insika yempilo ilele ezincwadini ngakho funda,๐Ÿ™๐Ÿผ

17/02/2023

Morning bazali
Niyakhunjuzwa ukuth umgijimo owawuhlelelwe inamhlanje usuzoba ksasa ngesSabatha ePomeroy syabonga๐Ÿ™๐Ÿผ

15/02/2023

Sibonge ukubambisana abantwana beth benze kahle kakhulu besigijima lapha kwaNocomboshe.

Kantike Friday sizodlulel laphaya ePomeroy lapho sinethemba futh kokuth syozidlel amahlanga

Thank you.

11/02/2023

Kubo bonke abaphasa last year kwa Grade 12 gyz syabonga. Kant nakulabo abanga phumelelanga gyz plz vukani nizithathe impilo iyasetshenzelwa, umsebenzi ayikho ngaphandle ka Grade 12 noma kunzima kodwa ibambeni. amakhaya abheke nina.

Mhlamp ngisho imoto ekhay aykaz yabakhona kodwa ngawe akekushintshe, laph abazali abangafikanga khona kulwele ukufika khona syabonga kakhulu, njalo bafundi sihlez sinikhulekela nalabo asebathola imsebenzi ngyz ningakhohlwa abazali, ubuhle obubona emadolobheni buya uzobenzel abazali ๐Ÿ™๐Ÿผ๐Ÿ™๐Ÿผ๐Ÿ™๐Ÿผ

Impilo inzima kodwa noma kunjalo kumele sphumelele empilweni kuze sizoshintsha izimo zasemakhaya

16/12/2022

Nibe namaholidi aphephile nonke bafundi baseMbusweni Primary

08/11/2022

Currently we are having 48 followers so siyabonga plz add more.

08/11/2022

Bonk abatwana abafunda eMbusweni Primary ababhal uMetric sbafisel impumelel๐Ÿ™๐Ÿ™๐Ÿ™๐Ÿ™

10/10/2022

Address

Msinga
Tugela Ferry
NIL

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mbusweni Primary School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Mbusweni Primary School:

Shortcuts

Share

Category