14/01/2025
Ngiyabingelela kubazali bamaChampions unyaka uqala. Nginethemba sizoba nonyaka oyimpumelello njengesikole.
Sicela izingane ezizoqala uGrade R kusasa, ziphelekezelwe umuntu omdala futhi oyazi kahle ingane kungathunyelwa ezinye izingane ngoba kunezinto ezibalulekile okumele sibazise zona.
Siyabonga ukubambisana
uThishomkhulu - Mrs Mathonsi-McMurdo
0834403331