14/01/2026
Badimo ba mfana o ba strong
Ingane le engi poste ngayo ekuseni okuthiwa beyisuka e Eastern Cape izolo ntambama Kanti izoduka idlule ne taxi... kuthiwa ingane isuke e Stanger ngonyawo yaze yayofika kubo e Verulam...sibonge kuthiwa kukhona ubhuti oyibonile ingane ihamba ebusuku wayibiza wathi ayiyolala kwakhe ivuke iqhubeke ekuseni.. nangempela ivuke ekuseni yaqhubeka njengoba ifika manje
U Taxi driver kuthiwa uthe ayizibonele ngeke esabuyela emuva okwenze yehla ke yahamba phansi