Guy's❤️🥺 follow my new page
.https://www.facebook.com/profile.php?id=61552702532688
Mfanarh KaMama. Never give up On your life give up on your pain��
Izinkondlo ziyaphilisa
Guy's❤️🥺 follow my new page
.https://www.facebook.com/profile.php?id=61552702532688
Mfanarh KaMama. Never give up On your life give up on your pain��
Bayeke bazitshele ukuth bayazi ngempilo yakho, Vele nenja uma ikuphelezela ihamba phambili but ibe ingazi lah uyakhona🤞😶
Good_Morning_all_ppl❤🌏🌼🌻
Happy Father's Day to all Man's around the world👊
😉ninjani
Maqhawe namaqhawekazi ninjani
*Ekufeni kwami*
Ngith mhla umdali eselibiza elami igama akekho ongavala,
Ngith namhlanjr ngisesibhedlela ngilele kuwona lamashidi amhlophe,
Ngigulela ukufa namandla aseyangiphelela,
Ngith namhlanjr namathemba okuphila aseyashabalala ,
Ngith odokotela sebekwenze konke okusemandleni abo kdw ukufa kungifuna phansi,
Ngith omakhelwane impela lokugula kwami sebethole into abazophuza ngayo amatiye,
Engan phela sebethi ngiphethwe ileso sifo abasibiza ngamagama amathathu,
Ngith sengikhale zoma kdw lokufa kungifuna phansi ,
Ngith nanka "amazwi ami okugcina mama nawe baba ukube nganilalela ngabe akunjena,"
Ngith mama nawe mfowethu ngicela nize ningigadele izingane zam,
Hhohhe! Yekanini umntanami sezosala eyintandane encane kanjr,
Ngith mama ,baba ,mfowethu nani bocc bam ngith ningakhali ukufa kunginqobile,
Kdw ngith angifile kepha ngisaguqe ngedolo ngicela kwabaphansi bangamukele,
Ngith ngazi uban uzofakaza ngami uma sengishiya lomhlala ohlabayo,
Ngith mfowethu uze ubatshele bangafakazi amanga ngegama lam,
Ngith uma ngangiwumthakathi,umbulali,isigebengu uze ungakufihli lokho,
Ngith ekufeni kwami ngiyolala unaphakade never come back,
Ngith sala Mhlaba nezilingo zakho.
Mfanafuthi Da Poetry
*SENGIYAZISOLA*
Ngith namhlanjr sengiyazisola ngokungalaleli kwam,
Ngith namhlanjr yimi loh osehamba ehla enyuka emigwaqen,
Ngith ukube ngalalela iziyalo zaba zali bam ngabe angikh lah ngikhona namhlanjr ,
Engan phela umame no baba bebengiyala kungene ngala kuphume ngale ,
Ngith umame no baba bebengiyala bethi "mntanami hlukana nabangani abangalungile"
Ngith kdw Mina ngiqhubeke nokwenza lezinto angikhuza kuzo abazali bam,
Ngith bheka namhlanjr yimi loh osephenduke umbulali ,
Ngith ngaphika nabangani aba wrong bangithatha bangiphonsa kwelimnyama ihlathi lelih,
Ngith namhlanjr yimi loh osekhulukuthu ngivalelwe kwemnyama indlu leh,
Ngith bheka namhlanjr yimi loh osethola isigwebo sentabo ngenxa yokungalaleli,
Ngith namhlanjr yimi loh osezofela ejele kdw abangani bam abasayingeni eyami sebehambela kude Nam,
Ngith ngilangikhona namhlanjr kungenxa yabangani ,
Kdw ukube ngalalela umame no baba ngabe angikho langikhona,
Kdw isisho sabadala sith uzenzile akakhalelwa kepha kukhalelwa uzumekile,
Ngith kdw nam ningalinge ningikhalele kdw nifunde emaphutheni Ami.
Ngith sengiyazisola
Mfanafuthi Da Poet
Gys ngicela ningiphe izihloko
*DILIKA NTABA*
Ngith dilika ntaba ngibone isthandwa sam ,
Dilika ntaba ngibone umaqondana Wam,
Ngith dilika ntaba.
Ngith mihla namalanga ngicinga ngawe themba lenhliziyo yam,
Ngith ngiyavuma ngonile kuwe mntano'muntu,
Kdw ngicela intethelelo kuwe mntano'muntu,
Ngith angikhoni ukuphila ngaphandle kwakh mntano'muntu,
Ngith dilika ntaba ngibone wena othandwa ileh nhliziyo yam ,
Ngith hamba weh nhliziyo yam uyongikhonzela kulo othandwa ilenhliziyo yam,
Ngith dilika ntaba ngibone umaqondana Wam,
Ngith dilika ntaba ngibone ithemba lam.