My Learners Our Future

My Learners Our Future

Share

This page is for all the learners around our community to express views about education

Photos from My Learners Our Future's post 03/05/2024

It feels good to be appreciated while you still alive.

I will forever be greatful.
Sozabe High School.

Now serving at Buhlebethu High School

11/01/2024

Lesinqumo sokushintsha iskole ngoba awuphasanga siyeke, naphambili uzoqhubeka nokuziphatha ngendlela okade uziphatha ngayo and Fail again. You won’t change even a bit you will get worse.
Grd 11

04/01/2024

Those who missed the opportunity to apply, application are now open for One month only. Please share the information guys.

Asbonge.

Photos from My Learners Our Future's post 04/09/2023

Ngane zakwathu nginomfundi lana waka Grade 8 unethalente lokudweba manje inkinga ezifundweni akukho and akukho lokhu kwangempela kodwa ngasekudwebeni ngeke umenze lutho. Usizakala kanjani umuntu okanjena or connect me with other draws please let help him.

24/08/2023

Allow me to share umsebenzi wezingane zami

INKONDLO.

Isihloko: Nimutshele Bengimthanda

Sengiyazibulala manje,
Sengiyobona abakithi,
Seniyongivalelisela kuye,
Seniyongikhonzela kuye,
Sengisithathile isinqumo,
Sengibonile akumele ngibelana,

Impilo iyangizamazamisa,
Izinhlanhla zami ziyavaleka,
Ikhono lami liyashabalala,
Impumelelo iyavaleka,
Ilanga liyangishonela.

Impilo iyangizamazamisa,
Izinto ziyangiphelela,
Impela angisafuneki lapha,
Impela ebengimuthanda ungijikelile,
Izifiso zami ziyashababa
Njengamazolo ebona ilanga.

Ngiyakhala aninginakile,
Ngiyacela aningiphi,
Ngiyawa aningivusi,
Ngiyalimala aningipholisi,
Ngiyabheda aningilungisi.

Inkondlo sengiyoyibhala phambili,
Inkondlo sengiyoyibonisa abaphambili,
Inkondlo sengiyoyihaya phambili,
Impela sengiyophumula ezilwini.

UMBHALI : ( S. LUNGWAZI GRD 8 Sozabe High )

22/08/2023

MaDoda kumele sikhethe manje
G-string or Lace
Mekuvakashele

11/08/2023

Ai lomsebenzi bandla Wacishe wangishweba inkosimpela ukube kwake kwathiwa angibhale ebhodini kwasekuphelile ngami ne toho.

09/08/2023

Girls
Sesizoniphela ukuthi niyasebenza ke manje imali

Photos from My Learners Our Future's post 25/07/2023

Nami ngiyazijaja ukuthi imoto anginayo

08/07/2023

Thank you for 1k followers keep on follow soon we will be running a competition to win a few prizes

08/07/2023

Indoda nendoda iyayipha intombi yayo imali wena Ongaphiwa shuthi awuyona intombi yaleyondoda lento ayibangisi msindo
🤷‍♀️

14/06/2023

Asibangeneni let the history repeat it self.

Want your school to be the top-listed School/college in Port Shepstone?

Click here to claim your Sponsored Listing.

Location

Category

Telephone

Website

Address


Kwamadlala Location Ward 14
Port Shepstone
4240