Sxazulula ezothando thola nomaqondana in PMB and surrounding areas

Sxazulula ezothando thola nomaqondana in PMB and surrounding areas >NB:18+SNL

>LIKE

>INBOX uma ufuna ukufihlwa

04/10/2026

Asiyekeleni ukwenza sengathi abantu beslisa bayasicwasa if bethi abamdingi🙅‍♀️umuntu wesfazane osezele👨‍🍼 kuyi CHOICE yabo nathi sasinalo ithuba lokuthi angimdingi umtwana b4 marriage🤒

Abanye bethu ukuzala sakwenza izikhonkwane zokubamba amadoda🤒

So nje bakithi umuntu akakhalele indoda yakhe eyamzalisa siyeke ukwenza sengathi sikhubazekile mele sidabukelwe🤒

Okumele sikufake emakhanda njengoba sesizele nje singo gogo so asizitholeleni amakhehla or labo abasezigabeni esezifanele i VALUE yethu🤒

Sasheshe salahla ama khokho i game isaqhubeka 😒

27/09/2026

Ey guys anglele la ngixabane no bf wami izolo dn wangala💔 besihlala ndawonye n my apartment so benakho njalo and if sxabana aqoqe umthwalo athi uyahamba dn izolo wayenza lento yakhe ngaybukela nje wahamba wathi uyakubo aftr some time nje ngithi let me check his car kuthi ukuphi cz t ngibone ukuthi ume some where and T been a while emekhona nqale ngidinwe ukuthi hau lo sxabene wangala wathi uyakubo kanti uyoma leme khona dn I drove lekhona mangfika ukhuluma ne phone umengaphandle kwemoto so f kuqhamuka mina ayvale iPhone ngimbuze ukuthi iyona into bungalela yona le kuthi uzoma la ezitradini athi uzama to organised indaba yestafu cz kunabantu akade ekmele abathathe ekseni before aye emsebenzin bese Ncela ukbona ukuthi ubani bekhuluma naye angafuni ngigcine ngimuhlwitha iPhone to my surprise ukhuluma no gal we staff umtsela ngami ukuthi how bad I am he’s not happy at all ngami so sekayahamba endlini yami dn logal uthi akeze kuye bazokhuluma face to face dn bese kuba I call guess bese beqedela kwi call kanti ngzoqhamuka….so ngyambuza ukuthi out of all people sungaze yokhuluma nge relationship yethu kumuntu owazi kahle kuthi uyakfuna ow khohlwe kumantiona kuthi lo gal since agibela kuye bayi staff beka actor strange towards him if esho sometimes bekashiye her things amfonele selendlini kuthi ukhohlwe smthng emotweni Cela amlethele ….kuningi nje guys and ngake ngabona ne conversation yabo layesho khona lo gal kuthi I front sit eyakhe if beya at work so wayekwatile kahle kahle kuthi khona gal omusha oyi staff obe hlezi ngaphambili ila ayesho khona kuthi front sit eyakhe kangabangiswa if ngbuza lowami athi ay wayezidlalela nje …..

So f sengbona semtsela ngongazwani kwethu kungphule umoya nje kakhulu lokho ngvane ngaytsela kuthi anghlise umoya cz sesthathile isinqumo sokthutha ahambe dn ayokhalela kulontombazane,kubuhlungu kona but I guess ngzoba right lapho t been 2 years sihlala ndawonye so nje I felt so empty engekho kodwake cz uthe ukhetha his piece kunokuhlezi elwa

25/09/2026
23/09/2026

HIV ....Asikho isifo ekuthiwa HIV🤞

abelungu Ave besihlakaniphela abenze Doctor eUniversity Bazongifakazela futhi nifunde nezincwadi ze system Not lezi ze Science zasesikoleni Yi Propaganda Kwenziwa imali lapha 🤞..

number one HlV igciwane nje Elenza amasosha omzimba akho aba weak 🤞Ukuze lesi sifo esikuwe esifice egazini Sibe namandla njengoba sidla lokhukudla okugcwele Chemical kusidalela izifo vele egazini including Amanzi esiwaphuzayo Agcwele more than 7 Chemical alwa nomzimba if uwaphuza everyday ....

so HIV Yenza isifo esisegazini Sibe namandla due to ukuthi amasosha omzimba ase weak 😑 Then ARVS I Drug Eli buster amasosha omzimba ukuthi limane nokugula until Abe addicted Engasakwazi Ukusebenza kahle without Drug le ARVS...

okokugcina HIV Iyalapheka idla ukudla kwemvelo Uphuze amanzi Esphethu Imifino Uphuze imbiza yezihlahla Enikeza amasosha omzimba Amandla Uphuze Gwava Inhliziyo kaBhanana izinto ezihlanza Igazi after 2 or 3 years uzobe uclean ngoba nokudla lokhu enikudla everyday kuyasibulala 🤞

Ndlemnyama vukani emaqandeni 🤞

17/09/2026

Bafazi ngike nganenkinga yokushelwa yilabafana abawo frysende. Sekuneskhathi engishela and enkulumweni yakhe akasho ukuthi mhlambe let's go out on a date or something cha ufuna ukuza Kwami😭. Lapho akasebenzi...akanalo ke room ekungelakhe uhlala nomngani wakhe kwi room eyi one...so uyayibona ke leyonto kshuthi Uma Kumele kubonanwe uzoza kokhamisa Kwami. Mina mele ngimu provide nge shelter, with food ngaphezu kwalokho azodla I gqe yami? Because he does not even afford to book a place. Ngaphezu kwalokho he has 3 kids from different mothers....I turn off enye futhi leyo. I rejected him nicely but u guy is persistent. So kwathi ngelinye ilanga ngathi ok let's try this woza e town I will pick you up on my way home. Nangempela weza ngadlula ngamthatha. Endleleni ngathi I am tired I won't be able to cook let's buy something to eat. Ngadlula e steers drive through nga order masesifika lakukhokhwa khona ngathi khokha ndoda, wangbuka emehlweni ngathula ngakhipha I card ngakhokha sahamba. I went straight to the mall ngathi I need few things from Woolworths asambe. Ngafika ngathatha few w**es because I wanted to fill up my w**e rack since yayiyisceke... bought few snacks ngathi asambe. Masifika kwi till ngathi khokha ndoda, wangbheka emehlweni...nalapho ngakhipha I card ngakhokha. Saphuma. Mangsuka lapho ngawelela ngaphesheya e garage ngathela full tank ngathi ndoda azishe khokha, washalazela. Ngasuka lapho ngabuyela e mall Ku basement lakuma khona ama taxi ngathi hlikha la, nanka ama taxi abuyela endlini yakho...Ngthemba sewuyabona ke ukuthi awungikhoni ngyacabanga ngeke sisaphinde sihluphane. Ngambuza unayo Kona imali yokubuyela emuva wathi Cha, ngakhipha u 100 rand ngathi mii, Ngashaya imoto yazula. Sagcinana khona lapho😭

Good Morning Everyone uthini owakho umbono la👇?mina ngizonitshela kuma comments😉
13/09/2026

Good Morning Everyone uthini owakho umbono la👇?mina ngizonitshela kuma comments😉

13/09/2026

💁‍♀️"Ithwani indoda🧔 efuna I sex🍑🍆 everyday 🙄

Address

Pietermaritzburg

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sxazulula ezothando thola nomaqondana in PMB and surrounding areas posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category