Khambula Combined School

Khambula Combined School FIAT LUX - LET LIGHT BE MADE

providing quality education
promoting responsible adults
eradication of social ills through psychological support, curriculum support, learner and educator support, co curriculum support, parental involvement and other relevant stakeholders

06/05/2025
13/01/2025

KHAMBULA COMBINED SCHOOL OVERALL PERFORMANCE FOR 2024

91,7 %

BRAVO πŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒ

11/04/2024

Umhlangano wokwethulwa kwemiphumela kusasa.

Abazali bayanxuswa ukuthi baphumelele kulomhlangano obaluleke kangaka.
Usuku: 12 April 2024 ngolwesihlanu

Ukuphumelea kwenu kuyolekelela izingane ukuba zenze kangcono ezifundweni

16/04/2023

Mzali/mbheki womntwana

Uyamenywa emhlanganweni wabazali bonke bezingane ezifunda Khambula Combined School ohleleke kanje:
Usuku: 22 April 2023
Isikhathi: 10h00 ekuseni
Indawo: Khambula Combined School

Bonke abazali bayamenywa kulomhlangano obaluleke kakhulu nokuzokhishwa kuwo imiphumela ye TERM yokuqala ku 2023

Ukubambisana phakathi kwengane, umzali no thisha kuyokwenza izingane zethu ziphumelele

Ozithobayo
Mr A Mngongo

Ngemininingwane ungaxhumana nothisha nhloko kulenombolo 083 576 4099

16/04/2023

LUNGA LOMKHANDLU ONGAMELE ISIKOLE

uyamenywa emhlanganweni we SGB we term yokuqala ohleleke kanje:
Usuku: 22 April 2023
Isikhathi: 08h00 ekuseni
Indawo: Khambula Combined School

Onke amalunga e SGB ayamenywa emhlanganweni wokuqala onyakeni ka 2023 obaluleke kakhulu. Ayacelwa ukuba agcine Isikhathi njengoba ngo 10h00 ngosuku olufanayo kuyoba nomunye umhlangano wabazali nababheki bezingane.

Ukubambisana kwethu kuyokwenza isikole sethu siphumelele

Ozithobayo
Mr C.K Zulu (SGB secretary)

16/03/2023

Abazali bezingane ezifunda Khambula Combined School bayaziswa ukuthi izingane zabo zinohambo lomdlalo oya eDumbe kwa Ngwanwa Secondary school
Abazali bayacelwa ukuba bakhokhele izingane zabo imali engango R120
Bonke abantwana bavumelekile ukuba bahambe kuloluhlobo lohambo ngoba ezemidlalo

Abantwana bahamba ngomhlaka 18 March 2023

16/03/2023

Bonke abazali kanye nabagadi babantwana abafunda Khambula Combined School bayacelwa kumhlangano ophuthumayo ohleleke kanje:
Date: 18 March 2023
Time: 10h00
Venue: Khambula Combined

Kulomhlangano kudingeka umzali nqo obhaliswe phansi emabhukwini esikole, umgadi womtwana obhalwe emabhukwini esikole. Abazali bayanxuswa ukuba baphathe omazisi (IDs) ngosuku lomhlangano.
Abazali bayanxuswa ukuba bagcine isikhathi

Siyabonga

Congratulations to Mhlongo Mduduzi who obtained position 8 amongst top 20 Top Achievers at eDumbe Circuit Management Cen...
13/02/2023

Congratulations to Mhlongo Mduduzi who obtained position 8 amongst top 20 Top Achievers at eDumbe Circuit Management Centre.
We wish the leader himself a bright future and prosperity in his endeavors

02/02/2023

Isimemezelo
Kusasa 03/02/2023
Izingane ziyogijima eDumbe Kuma Athletics sicela abazali bazilekelele ngemali ye Transport R100 umntwana

Siyabonga

21/01/2023

Overall %: 88,9% MATRIC 2022

ISIZULU HL 100% WITH 6 DISTINCTIONS MS MKHIZE SN 1
ENGLISH FAL 100% MR D.S NDLANGAMANDLA
LIFE ORIENTATION 100% WITH 3 DISTINCTIONS MS MKHIZE SN 2
MATHS 33% MR M.E JIYANE
ACCOUNTING 88,9% MS T.A MAGUDULELA
BUSINESS STUDIES 100% WITH 1 DISTINCTION MR C.K ZULU
ECONOMICS 100% MS M.N NXUMALO

Address

Khambula Mission Station
Paulpietersburg

Opening Hours

Monday 08:00 - 17:00
Tuesday 08:00 - 17:00
Wednesday 08:00 - 17:00
Thursday 08:00 - 17:00
Friday 08:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 14:30

Telephone

+27787954610

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Khambula Combined School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Khambula Combined School:

Shortcuts

Share

Category