21/06/2016
Part Three
These are the things that we are facing in our day's ministry abantu abenza nje umdlalo. Abantu abafana namathuna abahle ngaphandle kodwa ngaphakathi babolile. Ithuna ufika lilihle libhalwe kahle ninelitye elihle kodwa ngaphakathi lugcwele amathambo nokungcola konke. Unomasonto naye uqhubekile nomdlalo inkonzo yakhe yokuzenzisa. Kodw' unkulunkul' iuhi ngeliny' ilanga okwenzelw' ebumnyamen kotyhil' obala kubonakale kucace gca.
Nomasonto ukwenzile lokhu wade walibala ukuthi Noma abafundisi nama church members engamboni akwenzayo kodw' ukhon' umz' ongasentla lapho kungalalwa khona. Thina silele unkulunkul' akalalanga usibhekile. Kodwa kwafik' isikhathi ibhayibhilevekhuluma ngaso in the book of Revelation saying the books will be opened and the other book that is called the book of life will be opened.
Ungazenz' izint' ungabonwa ngabantu kodw' ukhon' okubonayo lowi wathi kuJeremiah, Jeremiah ngakwazi usesesizalweni and I have plans about you, plans not to harm you but to prosper you/