03/12/2019
Nakhu okunye okusemqoka kubazali bezingane ezisuka eprimary to high School:
1. Kunomehluko phakathi kwalezikole zoy2. Kunabantwana abenza Kahle eprimary kufike kubhede ehigh school,kuye Kube nzima ukuphendula umbuzo othi "umntanami akaze afeyile nje eprimary" abanye bathi ubengeve ephasa Kahle ubethola neytifiketi". Lalela ke mzali iytifiketi zaseprimary azisizi ngalutho ehigh school ngoba abanye abantwana bathi Uma befka kwagrade 8 bashintshe, abanye baqala ugwayi nentsangu, abanye bayaqoma bayaqonywa, and mostly amantombazane aka grade 8 and 9 aqome ko 11 and 12. Okubike ukuthi kunohlobo lwabafundi abahloniphayo emakhaya bebe begila imkhuba eskoleni nina futhi bazali babo especially abesfazane nibavune uma nibizwa eykoleni, that is if nifikile. 90% wabazali abawbheki umsebenzi womfundi until afeyile bese kuyima ufudumala uya eskoleni usostshela ngeytifiketi zase primary ezingay ngisho kuma auditors 🙄, ezinye zitholwe ngokuthi vele uEnzo ubehlale eqoqa ikhabethe lika Mem 🤭. S**e siybone iyngane zifika zihlakaniphile siybone futh igraph yehla. Nibizwa ningezi Kuma meetings, eskoleni esinabafundi abaw1000 kwimeeting kufike abazali abangaphansi Kuka 150 😑.
Solution: Uma ungumzali ubona ushintsho kwi performance yomntwana phuthuma eskoleni, lokho kusiza ekutheni nalapho iphutha lingakuthisha kusheshe kulungiseke, phela ngeke sikubalekele ukuthi bakhona nothisha abanesandla kwi poor performance yabafundi and ngeke balunge uma Nina bazali nisonge izandla nilibele ukubungaza ukuhlakanipha kwase primary 😐.