31/05/2021
Syabingelela Bazali!! Amazinga eCovid 19 Aya ngokwenyuka kakhulu ngakho scela sqikelele kakhul ukth abantwana baphuma bezifakile izamfonyo okunye mntwana bayebonakala ukth uno mkhuhlane syacela sqikelele ukth akezi eskolen kodwa uya emtholampilo abuye eskolen ese philile mase siyamubika Uma engekho, noma futh bebuya eskolen sicela siqikelele ukth nabo baya Steamer.
Syabonga sicela sibambisane kuze sikwazi kunqoba lolu bhubhane