18/08/2026
Sanibonani nonke ntambama
Bafwethu namuhla bekugonwa izingane zika grade 1, beziphethe amakhadi omgomo(immunisation card) kwaze kuduka/ kwalahleka elika Amile Skhulisile Ndaba, sicela uma izingane uma kwenzeka zifika nalo emakhaya nisithozisele ngokulibuyisa esikoleni.
Siyabonga