Mphakathi waseMfundweni kucelakala abalimi ehholo lomphakathi NGO 9h00 ksasa. Kuzobe kukhona umeluleki ezositshela mayelana nohle lo olusha lokulima.
Ukuphumelela kwenu kizoba enkulu intokozo. Siyabonga!
Emfundweni Ikhaya Lami
I love Emfundweni Thirst Farm Betterment and improvement required for better future for grandchild and improve in their life. Emfundweni Ikhaya Lami.
Sizothanda ukuba sixolise ngokungabikhona kwesikhashana kodwa sithanda ukukhumbuza intsha yakuleli ufunda ebangeni le-12 Emfundweni High School ukuba liyihawu lesizwe ngakho mayihlome ihlasele! Sinifisrla inhlahla.
Sanibonani bafowethu nani bodadewethu, ngiyethemba ninemini enhle nakuba singesihle isimo sezulu. Ngines'celo sokuba ni~suggest leli page kubangani benu. We need more likes.
Sanibonani, bayaphila kodwa abantu kulamakhaza?
10/06/2017
Abantu mabagweme ukulahla ugwayi ovuthayo, izimbawula mazicishwe;
Lokhu kudala umonakalo emasimini ethu, kanti-ke kugcine sekushe namakhaya ethu kanye nezilwane zasemakhaya. Ukubhebhetheka komlilo kudalwa yikho ubudedengu bokushiya ugwayi, izimbawula zivutha. Masibambisaneni, silwisane nokungalungile.
We still available; comment with your WhatsApp number to be a member of our new group.
Ngabe uyayithanda indawo ohlala kuyo?
Ngabe uyalubona ushintsho?
Ngabe ikuphi ofuna kushintshe ngekhaya lethu?
..now, its your chance to be heard.
Sicela ni~like ipage, sizimisele ukubambisana nomphakathi. Silethe inguquko ezweni laseMfundweni!
The page still exists, its all about bringing change around our hood. Fighting against crime, also helping people reach their desteny. . Masibambisaneni!
Please show/comment your views about Emfundweni:
*Show your like and dislike about Emfundweni.
Abantu mabaziphathe kahle, into yeskhashana lena izodlula. Jabulani, niphuze uma is'dingo sikhona. Ningaphuzeli ukukhohlwa, nizolahla. Thina sikhathazekile ngempilo yakho muntu omusha, kusobala intsha yalana ekhaya iphuzela ukubukwa. ...don't drink and drive.
Merry Christmass and Happy New Year to everyone!
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Telephone
Address
Mathofo Streets
Newcastle
2940