22/06/2026
Winter Sports Celebration Day 🏂🎿⛷️❄️🏔️ Simenyiwe sonke
This is a Public Primary School with Grades R to 7. Home Language: IsiZulu, First Additional Languag
22/06/2026
Winter Sports Celebration Day 🏂🎿⛷️❄️🏔️ Simenyiwe sonke
Bazali
Siyacela futhi abantwana bangalovi ngoLwesithathu, Revision ne Examination akukapheli. Nizothola isimemo somhlangano, konke kuyochazwa kulesosimemo.
Siyabonga kakhulu, ngethemba lokuthi kuyezwakala esikucelayo
12/06/2026
Learning, play, and rest are our priorities 🤩🎉😊
Bazali
Ukubhala kwabantwana (June Examination), kuqalile ngo Msombuluko njengoba sasichazile ohlelweni esanithumelela lona olwalune Examination kanye ne Revision Timetable. Kuyadumaza kakhulu ukuthola ukuthi kunabantwana abalovayo egameni lokuthi akulona usuku lokubhala. Empeleni kuchaza ukuthi kunabazali abangabambisene nathi. Imihlangano yonke esibanayo sigcizelela ukuphumelela kwabantwana bonke ngamalengiso kodwa kubukeka sengathi leliphupho akulona elethu sonke. Ake sikhumbuzane ke futhi ukuthi asikho isimanga esizovela ekugcineni, umntwana onganakiwe ekhaya kubanzima ukuthi asizakale esikolweni. Siyacelwa ukuba senze iqiniso kuloludaba.
Ngomhlaka 12 kubhalwa Mathematics Grade 4 - 7. Silindele ukuthi wonke umfundi abe nalokhu okulandelayo:
I - peni eliphilayo elibhala ngombala oBlue
I - ruler eligcwele (30 cm)
I - pencil egcwele kanye ne rubber
Konke okunye ngamalungiselelo awo wonke amaphepha abhalwayo, isikole simi ngomumo ngakhoke siyacela nasemakhaya akube kanjalo.
For the Passion of the Stage 🎭💫🌟
Another delayed post 📅😒👀💤
Delayed post 🎉😊👍
06/06/2026
Our smile keepers 😊💫🌈🎉
Ikhayalemfundo
| Monday | 07:00 - 15:00 |
| Tuesday | 07:00 - 15:00 |
| Wednesday | 07:00 - 15:00 |
| Thursday | 07:00 - 15:00 |
| Friday | 07:00 - 15:00 |