05/12/2025
sanibonani Bazali nani bafundi . Niyecelwa ukuba ngomhlaka 08 ngomsombuluko abazali bezolanda imphumela yabantwana . niyecelwa ukuba abazali bephathe izincwadi uma ngabe umzali engayiphethe iyincwadi zesikole umzali angeke ayithole report yomntwana wakhe ππΎππΎππΎπ₯
26/05/2025
Kunxuswa bonke ababefunda u grade12 last year ukuba bezolanda Ama certificate abo asekhona eskoleni πMangabe uthumela sicela lowo muntu ephathe ID yakhe .
26/05/2025
Sanibonani .Kucelwa bonke ababefake izicelo zokusiza othisha Ekufezekile ukuba bephuthume nama cv abo umabevele kwi List sebeyoshiya lawo ma cv .
15/05/2025
inkonzo Ka Mr P.V Mthethwa izobanjwa ngesabatha khona ekhaya kwa Mthethwa
inkonzo izoqala ngo 08:00 ekuseni ngalo isabatha ποΈππ
"Wangibamba la wangicasula "
15/05/2025
lala u phumule Mphostoli ποΈποΈποΈπππ
12/05/2025
Umndeni wase Kufezekile udlulisa amazwi okududuza kumndeni kamfowethu u mdethwa sengathi umoya wakhe ungalala ngokuthula .Izingane ,othisha beduduzeke πππποΈποΈ
RiP Mdethwa
20/04/2025
Big shout out to my newest top fans! Dlulasiyageza Mphephethe, C'fundo Mjita Wamapiano, Ma Fryd Mkhwanazi, Mkhwanazi Mafryd Syandah
09/04/2025
Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Khanyisile Ngwane, S'thole Ayanda, Ma-Duyaza Celly, Thabiso Sbo Cele
09/04/2025
Big shout out to my newest top fans! C'fundo Mjita Wamapiano, Ma Fryd Mkhwanazi, Mkhwanazi Mafryd Syandah our first Top fans β€οΈβ€οΈποΈ
01/04/2025
MR Mdethwa " ihee uzovuka usuwu Meliβ€οΈππ"