Gunjaneni Junior Primary

Gunjaneni Junior Primary Welcome tothe Gunjaneni Primary School page watch this space for exciting and topical posts about o

23/05/2025
Akuweleki bathandwa
25/02/2025

Akuweleki bathandwa

Safety come first sibuke isimo sezulu ukuthi sinjani singabadedeli abantwana especially laba abawela imifula. Sibuye siv...
19/02/2025

Safety come first sibuke isimo sezulu ukuthi sinjani singabadedeli abantwana especially laba abawela imifula. Sibuye sivakashele u Whatsap wesikole nakhona ngizowafaka ama updates.GPS Whatsap.Ngyabonga

Bazali siqaphele kunesifo esihlasela abantwana abaneminyaka engu 10 kuya phansi . Uma ubone izimpawu zakhona sicela umnt...
18/02/2025

Bazali siqaphele kunesifo esihlasela abantwana abaneminyaka engu 10 kuya phansi . Uma ubone izimpawu zakhona sicela umntwana umyise eclinic bese umgcina ekhaya aze alulame ngoba siyathelelana. Siyabonga GPS-Team.

14/02/2025
13/02/2025

Bazali nginibingele ngiphinde ngixolise ukunazisa ngaloluhlobo.Ksasa 14February abantwana abazukuyifaka uniform .Besicele ukuba bafake ama Jeans sekungaba inoma imuphi umbala ogqamile ngenhla, kodwa ongenakho, Angambatha noma yin🙏 Siyacela sibaphe oR2-00 .Lokhu kuyinxenye yeFundraising ibalulekile ukuhlangabezana noHulumeni kulokhu asipha khona,Siyabonga kukhona asebevezile.🙏

10/02/2025
10/02/2025
10/02/2025
07/02/2025

Bazali ningabakhiphi isimo sezulu Sibi akuhambeki.Safety come first ,Ngiyabonga nisazobagada ningabavumeli ngisho ukuyodlala ngaphandle bangaze bayobhukuda, Nibagcine ezindlini bengashi abelungu bethu Siyabonga.

Lokhu ukuthi abafundi bacover ngaloluhlobo kunesizathu ,Sakuhlalela phansi sakuxoxa kunesizathu,Ngungenzeka kungabi   Il...
06/02/2025

Lokhu ukuthi abafundi bacover ngaloluhlobo kunesizathu ,Sakuhlalela phansi sakuxoxa kunesizathu,Ngungenzeka kungabi Ilento oyithandayo but kunesizathu.Siyabonga.

Address

Nsolweni Area Next To Lutheran Church
Mtubatuba
3935

Telephone

+27715493573

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gunjaneni Junior Primary posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Gunjaneni Junior Primary:

Shortcuts

Share

Category