Ngingumzulu PHAQA

Ngingumzulu PHAQA LELIKHASI LAKHELWE UKUCOBELELANA NGOLWAZI LWAMAGAMA ESIZULU KANJALO NOKUFUNDISANA ISIZULU

24/09/2020
29/04/2020

NGITHEMBE NISAWUPHOSA UMBALANE NINA BENKAYISHANA KAMENZI

22/07/2019

Enhla nasezansi syabingelela ndlu empisholo

22/11/2016

Ukube ngangingemzulu ngangingayini

25/09/2016

Nina bakaphunga nomageba asethembe niwugubhe kahle umkhosi welembe

05/09/2016

Sanibona mazulu

11/08/2016

Enhla nasezansi siyabingelela zulu,,ngethemba lokuthi nonke nisawuphosa umbalane

06/06/2016

Asibingelele zulu,,enhla nasezansi,,sethembe nisawephosa umbalane

27/05/2016

ASIBINGELELE KININA BAKAPHUNGA NOMAGEBA,,SETHEMBE UKUTHI NONKE NISAWUPHOSA UMBALANE..BESE SICELA ZULU UKUNIKHUMBUZA UKUTHI LWLIKHASI LAKHELWE UKUBA SICOBELELANE NGOLWAZI LWESIZULU,,NGAKHOKE SIUACELA UKUBA NOMA NGUBANI ASICOBELELE NGALOLO LWAZI ANALO NANOMA NGABE YINI ETHINTA ISINTU..MASAKHE ISIZWE SAMAZULU SIYE PHAMBILI

 lesi yisembatho esifakwa wumuntu wesibhuda uma ekhehla noma egcagcaisidwaba sakhiwe ngesikhumba senkomo esishukiwe sagx...
26/05/2016


lesi yisembatho esifakwa wumuntu wesibhuda uma ekhehla noma egcagca

isidwaba sakhiwe ngesikhumba senkomo esishukiwe sagxotshwa saze sathamba,bese sibhudwa ngelahle elimnyama elixutshwe namafutha enkomo
kanti umfazi oseqhoyisiwe usifaka emzini aze ayofa,,siyingxenye yokuhlonipha emzini

Ake sikhulume  lena yindlu ebiswtshenziswa amzulu kusukela emandulo,,babakha loluhlobo lwezindlu ngoba kuqali kwakunezim...
26/05/2016

Ake sikhulume
lena yindlu ebiswtshenziswa amzulu kusukela emandulo,,babakha loluhlobo lwezindlu ngoba kuqali kwakunezimpi ngakhoke kwakulula ukuyakha ngokushesha futhi kulula nokusuka uwushiye umuzi uyokwakha kwenye indawo,,kanti ngenxa yempucuzeko sekwakhiwa izindlu zesimanje,,kodwake isekhona ingcosana esazisebenzisela ukushisa impepho
lendlu yakhiwa kanjena
kugxunyekwa izintungo phansi bese zigotshwa zihlangane phezulu nasemaceleni ziboshwe nge ngceba,,kanti imbozwa ngamanxadi bese ifulelwa ngotshani bengongoni

Address

Po Box 954 Empangeni
Melmoth
3835

Telephone

+27791554318

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ngingumzulu PHAQA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Ngingumzulu PHAQA:

Shortcuts

Share

Category