Mboza primary school

Mboza primary school This is a page where people around Mboza can find updates about anything that is happening at Mboza area

06/02/2026

Sanbonani bazali nomphakathi lena nje yingxoxo ayikho mayelana nesikole iMboza Primary. Izingane zenu ezifunda uMatric bakithi zigqugquzeleni zibhalise kusakhanya uma amathuba okuya enyuvesi esevuliwe.

02/05/2024

Ozimisele ngokuthola ama-videos e Social Sciences okufunda kwabantwana akaxhumane no Mr Mchunu inombolo ka whatsapp abantwana banayo lama video awe Geography ne History konke lokhu okuka Term 2 awama terms alandelayo sizowashicilela ngayo term leyo ezobe iphezulu

17/01/2024
Nangu u Bheki BD Derrick Gumede nensudu yakhe
17/01/2024

Nangu u Bheki BD Derrick Gumede nensudu yakhe

That's time it double period and Life Orientation period 😭😭

14/01/2024

This is a page where people around Mboza can find updates about the school of Mboza Primary

14/01/2024

Siyanibingelela egameni leskole sase Mboza Primary School asingakhohlwa ke ukuthi abantwana bayavula ngomhlaka 17 January 2024 kanti othisha bayaqala kusasa ukuze babhekane nezidingo zakho nomntwana amen 🙏.

20/04/2023

Asibagundeni abantwana bazalwane akumnandi ukujika kwengane ngenxa yokungagundi

This is a page where people around Mboza can find updates about the school of Mboza Primary

04/12/2022

Sizocela nigqugquzele abantwana ukuthi beze esikoleni ngoba uma basemakhaya babawuvanzi bethwayize nasezinkalweni nemoto yestaff uzoyikhokha igcwele abeze sibanake ngalesikhathi nisasematasatasa.

21/09/2022

Sanibonani bazali abahloniphekile izingane aziqedile ukubhala sinenkinga abekho esikoleni imisebenzi yethu singothisha eminye isengakubo

15/11/2021

Njengoba kuhlolelwa ukuphela konyaka sicela abafundi bafike baphelele esikoleni bezele izivivinyo zabo zekota yokugcina zinikeni isikhathi bazali sokugqugquzela abantwana ukuze beze esikoleni

05/08/2021

Wake up everybody kusile phandle

Address

Mboza

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mboza primary school posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share