Manzolwandle secondary school Mgobodi

Manzolwandle secondary school Mgobodi

Share

Chairperson

21/08/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Noah Mathebula, Rose Mashaba

02/04/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Tengetile Gumede, Amayra Pillar Nkocy, Lungile Ngceshe, John Shekes Croco, Mathikithi Smoodaa Somaphunga

09/12/2022

Ngyabingelela kuMphakathi wonke wasekhaya eMgobodi.
Ngazisa nonke abazali babantwana ukuthi kusekela Monday bangeza ukuzolanda ama report (imiphumela) yabantwana.

Niyacelwa bazali iskhathi from 7kuya Ku 12.

Nabazobhalisa abantwana niyacelwa ukuthi nivele Nani kuyoba kuqalwe nokubhalisa.

Ngyabonga kakhulu ukubambisa kusukela unyaka uqalile,kuze kufike emaphethelweni .

Kubazali babantwana abazokwenza ibanga leshumi nambili grad(12) kuyafundwa bazali babantwana.

Ngyabonga kakhulu mphakathi wasekhaya eMgobodi ngokusethemba singumziba weskolo,Kanye nothisha baseManzolwandle secondary school.

Sicela sibambaneni njalo ikakhulu ekufundeni kwabantwana bethu . Ngyaphandle kwenu asilutho thina.

Sinifisela namaholide amahle nonke emphakathini waseMgobodi.

Siyabonga.

09/11/2022

Singumziba weskolo kanyenothisha,syabonga kakhulu ngokuphumelela kwenu bazali bebanga leshumi nakunye (grade 11).

Lapho besineyinxoxo sbonisanga ukuthi kuzokwenzeka kanjani njengoba labafundi bayokeenza ibanga leshumi nakubili (grade 12).

Syathoba kakhulu bazali syathoba futhi kakhulu ngaphansi kwenu 🙏

07/11/2022

Ngsakhumbuza bonke abazali babantwana abenza ibanga leshumi naye (grade 11) . Ngomhlangano wabo kusasa eManzolwandle secondary school.

Iskhathi : 8:30 .

Indawo : Manzolwandle secondary school.

Ishloko sosuku : Ukuxoxisana mayelana nabafundi njengoba bezoba benza ibanga leshumi nakubili (grade 12) onyakeni esiya kuwo .

Umhlangano womphakathi wona umhlazingamashumi amabili (20 ) kuyo lenyanga esikuyo .

Ngyacela maPhakathi wasekhaya eMgobodi niphumelele ngobuningi benu kulowo mhlangano.

Wonke umuntu ubalulekile ukubakhona kwakhe ,nokuveza umbono wakho kuyosiza kakhulu iskole Sethi .

Ngayabonga on behalf of Sgb .

31/10/2022

Ngikhumbuza abafundi abenza uGrad 11 kulonyaka ukuthi ,akuvakwa Kubo ngoba sibahlelele ukuthi baqubeke neyifundo zakugrad 12 . Bazokhipha just 200rand .

Ngyacela bazali nibakhulile abantwana ukuze baqale ukufunda kwabo manje .

31/10/2022

Iyilokotho ezinhle kubafundi baseManzolwandle secondary school.

Ngyethemba ukuthi sizoyigcina iManzolwandle ikutop 10 . Sengathi uJehova angahambela kini nonke bafundi.

25/10/2022

Thanks to all the parents of school children who is doing great 12 this year at Manzolwandle secondary school.

I like to thank you from all your efforts,and believing on the teachers who still teaching your kids Which was not an easy way up to so far.

And am wishing all the great 12 learners to their final exams. I hope you still going to make it learners,last year we were number 6 at Khulangwane Circuit.

I still believe that we still going to make it and get back the dignity of the school.

Thanks to the Sgb who were trying all their best to bring back Manzolwandle's dignity .

To the teachers I know the road was not easy, and I still believe that together we can move the school to another level.

I really appreciate even those who assisting by cooking , cleaning the school,and those who worked as an assistant from the school.

My slogan still standing.

Together we can move Manzolwandle secondary school to better position.

I thank you.

Photos from Manzolwandle secondary school Mgobodi's post 03/09/2022

Grad ten students

28/08/2022

Well done Manzolwandle secondary cultural group dance and the teachers team .

We are number 1

26/08/2022

Phumula Hlubi mlangeni eyakho indima uyidlalile emphakathini waseMgobodi.(Mr Mjibhora Nkosi )

Want your school to be the top-listed School/college in Malamulele?

Click here to claim your Sponsored Listing.

Location

Category

Telephone

Website

Address


Malamulele