22/11/2025
Kune sthombe sabafundi (okubukeka ngathi baqeda ukubhala iphepha lokugcina likamatikuletsheni, base besika iUniform okuyinkomba yokuthi bayazethemba ukuthi bazoziphasa izivivinyo zabo)
Okubi sekunamaPost amaningi abukeka ekhanda imiqondo ethize ngalesisithombe. Uma ubuka ngeso lomzali, uyabona ukuthi izingane zizithathele isithombe esimsulwa kodwa ke ngoba uMark useyabaholela abantu bakhe, sebedicilela izingane ukuze bethole ama-Interactions