Hwitha Training Academy

Hwitha Training Academy Founder of Hwitha Training Academy
📧: [email protected]
☎️: +27 82 051 6925.

01/06/2026

Lotjhani we have decided to change the name of the page sayenza an Academy page.

Hwitha Training Academy is now an official page name. We will do an update to you ukuthi senzani as an Academy.

We are very sorry for inconvenience. Hlalani nje nilinde

Founder of Hwitha Training Academy
📧: [email protected]
☎️: +27 82 051 6925.

The Key Of Life ☥️💯✔️
01/03/2024

The Key Of Life ☥️💯✔️

+1 year added to me,  Halala 🎂🥂🍼Sibonge uMdali osiphile elinye ithuba futhi lokuphila namhlanje - washo wathi uzokwenza ...
16/02/2024

+1 year added to me, Halala 🎂🥂🍼

Sibonge uMdali osiphile elinye ithuba futhi lokuphila namhlanje - washo wathi uzokwenza nangempela usekwenzile.

Uhambo lwami lwempilo entsha lokufundisa ngaye uqobo lwakhe ngokwenza abaNtu bavuke bazazi ukuthi bangobani bakhonze uMdali bahloniphe iMvelo.

Aah Mdali
Aah Auset
Aah Ausar
Aah Heru
Much love 🥰🤍♥️☥️💯✔️

16/02/2024
20/01/2024

Wazi ngani ukuthi ingane eyakho ? ☥️💯✔️

25/12/2023

Namhlanje 25 December usuku olwaziwa ngosuku lukakhisimuzi.

Amakholwa angaphansi kwe Christianity religion ifundisa ukuthi lolu suku kwazalwa ngalo ujesu. Kodwa uma ufunda ibhayibheli alikho ivesi elithi ujesu wazalwa ngalolu suku lwanamhlanje futhi alikho ivesi elithi ujesu wathi makakhunjulwe ngalo kugujwe birthday yakhe.

Ubani kanti owathi alugujwe ukuzalwa kukajesu?

Umangabe isonto lakho lifundisa ukuthi ujesu wazalwa ngalolu suku lwanamhlanje, lelo sonto lakho isonto lenkohliso lelo Isonto lamanga, baleka kulo ngezinyawo zombili ngoba likufunza amanga into engekho nasebhayibhelini.

This is a pagan holiday - usuku luka Molock. ☥️💯✔️

17/12/2023

Before Buying New Clothes, Cheek First Ingane Kamakhelwane Has Pampers ☥️💯✔️

11/12/2023

Akulona uthando noma ubuhle obenza indoda ilobole kodwa izenzo kowesifazane ( qualities) ezenza indoda ithathe isinqumo iyolobola.

Okunye i bonus nje ☥️💯✔️

10/12/2023

This is how we fill the new Z83 form. ☥️💯✔️

16/11/2023

Manje lama Ring 💍 eniwafakile senishadile ngampela noma udeda silingo? ☥️💯✔️

Address

5356 Gundane Street
Johannesburg
TSHEPISONG

Telephone

+27820516925

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Hwitha Training Academy posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Hwitha Training Academy:

Shortcuts

Share

Category