The journey of awakening

The journey of awakening Reg no. 2026/201786/08 - Pty we commemorate our forefathers �
(1)

Uyazazi udinga ulwandle lapho kodwa uhleli ulokhu uyaziduduza ukuthi kuzolunga…. Uyazikhohlisa
03/10/2026

Uyazazi udinga ulwandle lapho kodwa uhleli ulokhu uyaziduduza ukuthi kuzolunga…. Uyazikhohlisa

Enjoy the videos and music you love, upload original content, and share it all with friends, family, and the world on YouTube.

03/10/2026

ISABATHA ELIHLE KUWE NOMNDENI WAKHO❤️🌹

28/09/2026



Umangabe unezintwana zengulube angeke uziqede ngo Madubula, mhlawumbe ungabona engathi ziyanyamalala kodwa okumele ukwazo ukuthi ziyasala ngaphakathi kweskhumba zizale amaqanda ngelinye ilanga azokwazo ukukhipha ezinye izintwala.

Yingakho uhlale ulunywa keh unezintwana ezingapheli.

Imbiza yezintwala ikhona—————

- Uyachatha
- ufuthe/ugqume

Emvakwalokho uyobe ubulele zona namaqanda wazo ngaphakathi angeke ziphinde zikuhluphe.

Niphile nje.

The journey of awakening

Famous COMBO🤭🤭Yeeey uyabona mase nifake leCombo nisuke ningeke nisenziwa lutho😅👏🏻The journey of awakening
24/09/2026

Famous COMBO🤭🤭

Yeeey uyabona mase nifake leCombo nisuke ningeke nisenziwa lutho😅👏🏻

The journey of awakening

12/09/2026

ISABATHA ELIHLE KUWE NOMNDENI WAKHO❤️

11/09/2026

LITHINI IPHUPHO??

Ungabhali i essay, but bhala onke ama details ngizokwazi ukukuphendula…. Angeke ngiphendule nonke

09/09/2026

Niyabona kodwa ukuthi senidlala ngabantu manje? Nithi abagqume nge Ultramel? Ne Danone?

02/09/2026

Thokozani

namuhla angike nginikhanyisele kancane nje ngesiwasho/umuthi we business, abantu abaningi abayiqondi bayayiphambanisa kkahulu.

umangabe sisuke sithi kunesiwasho se business or umuthi we business sisuke singasho kona ukuthi lowo muthi owokuthi uwusebenzise bese uyalala nje, vele angeke uwubone ukusebenza kwawo… loyo muthi or isiwasho sidinga ukusebenzisana nawe. Usebenzisa isiwasho uvuke nawe uyosebenza ngokuzikhanda bese leso siwasho naso sizokwenza ngokusemandleli ukuthi I business lakho liqhubeke ngalendlela okumele lihambe ngayo… angeke kwenzeke imilingo ukuthi kugcwale idolobha lonke uqala nje ukusebenza thina bantu kusamele sifunde I business

nakhu okumele sikwazi:
- umangabe une business udinga ukungabi naso ischitho
- kumele uthandeke kubantu.
- kumele ube nogazi ebantwini.
- uwenze ngokusimsela umsebenzi wakho.
Angeke uqole abantu bese uthemba ukuthi uzosebenzisa isiwasho cha angeke kulunge nje… so umangabe usebenzisa okwe business kumele uthole nokokuqala uzihlambulule ukhiphe ischitho.

Amen, niphile bathandwa

The journey of awakening Nonkonjwavuke Institute Ingono yentokomalo Beauty Spa

27/08/2026

Why ninuka uMADUBULA e mall?😩😩😩

Address

112
Johannesburg
1632

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:30
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Sunday 09:00 - 17:00

Telephone

+27607018798

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when The journey of awakening posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category