Zet Drving School

Zet Drving School Driving School, Accredited Driving Instructor, Code 01,08, 10 or 14,

20/04/2026
22/10/2025

Ake Sibukeze ubufakazi buka-Witness 'A' bezinsuku ezimbili 20th-21st/10/2025 kwiKhomishana kaMadlanga:

1. Ngo-April 2024, kwabulawa u-Armard Swart, uNjiniyela wenkampani i-Q Tech endaweni yase-Vereeniging, ebulawa ngokusolwa ukuthi uyi-whistleblower edalula inkonhlakalo yangaphakathi kwaTransnet.

2.🎥Ngayizolo, ngaphambi kokuba kubulawe uSwart, ICCTV footage iveza iMercedes Viano ka-Michael P**e Tau izulazula ngaseSangweni lapho kusebenza khona uSwart. UP**e wayengu warrant officer iminyaka engu-30, wayeka waba inkabi.

3.🚘Ngosuku olulandelayo, i-Hyndai i20 emhlophe, enabalisa abane(4) yafika ngaseSangweni emsebenzini kaSwart, yamthola ehlezi emotweni yakhe ngaphandle kwamasango, yavulela amashodi angu 23, wafela lapho.

4.🕐📲Emizuzwini embalwa, uTau wathumela umyalezo ku-Katiso Molefe eqinisekisa ukuthi umsebenzi ufeziwe.

5.🔎👮🏿‍♂️Amaphoyisa athola lemoto ebihamba ababulali isemzini ka-Kekana, kwatholakala namafoni ebesetshenziswa u-Tau ukuhlela ukubulala.

6.🌆🚔Lapho sebeboshwa abasolwa, kwatholakala amanye amafoni, izibhamu: 1 riffle namaPistoli amabili. NeRimu lemoto kaP**e konke lokhu kugcinwe abeForensic.

7.🤯Ngenkathi amaphoyisa eyobopha uKatiso 'KT' Molefe, athola amadokodo ahlobene namathenda akwa-Transnet, neSK Group.

8.⚠️Major General Richard Shibiri wazama ukuphazamisa uphenyo, watshela ufakazi A no B ukuthi labantu ababoshiwe 'bayingozi kabi'.

9.😠Ufakazi A wathola ucingo oluvela kuColonel Mokoena owamazisa ukuthi uGeneral Shadrack Sibiya akeneme ngokuboshwa kwaMolefe futhi ufuna imininingwane ngokuboshwa kwakhe.

10.😶Ufakazi A wathola ucingo ku-Anonymous owamtshela ukuthi u-Molefe uphethe bonke oGeneral emaphoyiseni.

11.💰🏛️Kwenziwa izinhlelo ngaphakathi emaphoyiseni ukuqinisekisa ukuthi uTau noMolefe bathola ibheyili, ngokugwazela umshushisi nomahluleli.

12.🧠Ufakazi A uveze nokuthi bayazi ukuthi njengoba uMolefe ekhishwe ngebheyili kaR400k kuleli cala lokubulawa kwaDj Sumbody, uMolefe uphinde wakhipha enye imali engango R2.5 million ukugwazela izikhulu ezehlukene ukuqinisekisa ibheyili uyayithola.

13.🕵🏿‍♂️Kuvele nokuthi uVusi 'Cat' Matlala, uJulius Malema noKatiso Molefe bayazana.

✍🏿: Izigi Zabhejane Media
Ikhomishana iyaqhubeka kusasa.

20/10/2025

Mhlengi Shinga eyi Khansela mfwthu kwakubi

08/10/2025

Kuyasha

30/09/2025

Address

130 Marshall Street
Johannesburg
2001

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 15:00

Telephone

+27682731679

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zet Drving School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Zet Drving School:

Shortcuts

Share

Category