Chibelihle Combined School

Chibelihle Combined School Platform for prospective, current and previous students where they all have equal right to share their progressive views in a polite decent way.

18/08/2026

Siyabingelela abazali nababheki babantwana.

Sinazisa ukuthi kusasa (Wednesday, 19/08/2026) abantwana kusuka Ku Grade 4 kuya Ku Grade 9, sicela bangezi eskoleni. Othisha babo baya kwi training emayelana nama exams (izivivinyo zokuphela konyaka).

Sixolise nge message efika late. Besithi ihambile kanti lutho.

Syanibingelela isikole sethu singenele umncintiswawo weIRIS lab siyacela nisilekelele ngokuvotela isikole sethu lomncint...
07/08/2026

Syanibingelela

isikole sethu singenele umncintiswawo weIRIS lab siyacela nisilekelele ngokuvotela isikole sethu lomncintiswano uza nezinto eziningi amacomputer, iris robot nokunye okuningi okungasisiza kakhulu ekuthuthukiseni isikole sethu. Siyabonga nisazovota. Singavota noma yikangaki

UNGAZONI UNGONIWA

Siyanibingelela Kuqala uTerm 3.Sivule kahle esikoleni siphelele sonke futhi.Kuyintokozo kuthina  ukunithulela  izindaba ...
22/07/2026

Siyanibingelela

Kuqala uTerm 3.Sivule kahle esikoleni siphelele sonke futhi.Kuyintokozo kuthina ukunithulela izindaba zesikole ezenzeke kuTerm 2.

my love💛💙

13/07/2026

Self confidence ibaluleke kakhulu emntwaneni. Asigweme ukusho amazwi azokwenza balahlekelwe ukuzethemba. Isizathu sokuqala yilesi:
1. Umntwana one low self esteem kulula ukuthi azibone engelutho. Kulula angene ezidakamizweni, ezama ukuzizwa engcono or ezama ukuqeda amahloni.

13/07/2026

If money is the best thing you can give to your child, kunenkinga e serious lapho.

# ungazoni, ungoniwa.

12/07/2026

To fathers and uncles.

Amaholide ayithuba elihle lokuhlala nabantwana. Siyacela impela nizame ngawo wonke amandla ukwenza ubudlelwano nabantwana.

1. Uke uncome nje into enhle ayenzayo umntwana. Kuyoba nzima ukumkhuza uma enza oku wrong, ungakaze washo lutho ngako konke okuhle akwenzayo noma ayiko.

2. Umntwana udinga relationship (not imali yakho kuphela). Xoxa naye, ubuze, udlale, umnike ithuba akuxoxele.

Uma ningajwayele ukuxoxa, koba nzima ukuba akuxoxele uma ehlukumezekile.

"I am prepared to lay down my life, for the safety of South Africans".
06/07/2026

"I am prepared to lay down my life, for the safety of South Africans".

Siyagqugquzela bazali. Shayelani abantwana ama ID. UHome Affairs uvule ithuba eliyingqayizivele.
02/07/2026

Siyagqugquzela bazali. Shayelani abantwana ama ID. UHome Affairs uvule ithuba eliyingqayizivele.

27/06/2026

When the beloved play, we move around, albeit without intruding. Observe their activities; their conversations while ensuring their safety.

We are a community, we enjoy each other's presence. ...Sneak a vid 😄

25/06/2026

Ungazoni, ungoniwa.

Sicela ukunikhumbuza ngomhlangano wabazali nababheki babantwana ozoba seskoleni kusasa Friday, (26/06/2026). Kulo mhlangano naku okuzokwenziwa:

1. kuzochibiyelwa (Bi-elections) kwi SGB. Sicela niphathe ama ID.
2. Ama report cards abanye bayowathola emva kwalapho.
3. Kukhulunywe ngoshintsho oluzoqala ngonyaka ozayo lokubhalisa abantwana.
4. Nokunye okubalulekile ozokuzwa khona emhlanganweni.

Ungasali.

Address

Swampu
Impendle

Opening Hours

Monday 08:00 - 16:00
Tuesday 08:00 - 16:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 08:00 - 16:00
Friday 08:00 - 15:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Chibelihle Combined School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category