Sethabile Senior Primary School

Sethabile Senior Primary School SAKHA UMUNTU

10/01/2025

Siyabingelela bazali.

Nasi istationery esisicelayo kulonyaka.

Grade 5 no 6
Amaphepha amhlophe okufothokhopha aba ngu 500 phakathi, (Sicela kube iRotatrim okanye iTypek, lezi ezinye izinhlobo ziyajama emshinini.)

72 pages owodwa.

Flip File 30 pages owodwa.

Colour pencils.

Grade 7
Amaphepha amhlophe okufothokhopha aba ngu 500 phakathi, (Sicela kube iRotatrim okanye iTypek, lezi ezinye izinhlobo ziyajama emshinini.)

72 pages owodwa.

Flip File 30 pages owodwa.

Colour pencils.

Scientific calculator (sicela singathengi lawa abizayo ngoba bayawalahla, akube nje ile ebiza kahle nakwaPep ikhona)

Syabonga.

18/09/2024

📍

16/09/2024
07/12/2023

Sanibonani bazali.

Sicela abazali abanabantwana abazodinga amaTransfer forms (remove) babhala amagama namagrade abantwana babo ukuze bafike eselungisiwe.

Amareport cards alandwa kusasa mhlaka 8.

Siyabonga ukubambisana okuhle.

Bezinje eHluthankungu. Sethabile Grade Farewell 2023
18/11/2023

Bezinje eHluthankungu. Sethabile Grade Farewell 2023

15/09/2023
Photo dump🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰
25/04/2023

Photo dump🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰🥰

10/12/2022

Bazali nabantwana.

AmaReports azotholakala ngomsombuluko esikoleni.

Siyabonga.

27/11/2022

Look at how gorgeous she looked celebrating her birthday and farewell, wase esithi FAAA! ngomucu omnandi. Vuyo Mnguni everyone.

26/11/2022

Nompumelelo Bhengu from Lusibalukhulu High School blessed us ngomculo uvusa uhlevane. Syabonga kakhulu.

Address

Hlokozi Road
Highflats

Opening Hours

Monday 08:00 - 15:00
Tuesday 08:00 - 15:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sethabile Senior Primary School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category