27/09/2026
Bazali babantwana abenza Grade 12📚
Nansi Timetable esizoyisebenzisa kulelisonto lezinsuku zamaholidi. Siyacela umzali aqinisekise lokhu okulandelayo mayelana nokufunda komntwana:
• Umntwana uyaya esikoleni kuzona zonke lezinsuku ezibhaliwe kwi Timetable
• Uqgoka umfaniswano wesikole ophelele
• Ufika ngesikhathi esikoleni
• Uma umntwana egula lokhu okuyiqiniso, umzali kumele amgcine ekhaya noma amphuthumise emtholampilo eseduze bese ephatha incwadi yasemtholampilo uma esebuyela esikoleni.
• Ukulova kanye nezinkinga ezibhekelene nokungaphumeleli ukuza esikoleni komntwana sicela umzali abikele uThisha wekilasi.
Siyabonga🙏🏿🤎