04/12/2025
ISAZISO!!!
Bazali babafundi base Bhekamandelu high school niyamenywa emhlanganweni wokuvala unyaka(AGM) kanye nokukhishwa kwemiphumela ohlelwe kanje:
Usuku : 09 December 2025(Ngolwesibili)
Isikhathi: 10h00 ekuseni
Indawo: BM hall
Ukuba khona kwakho kubalulekile!
Sicela ngidlulise umyalezo nakwabanye 🙏