Tholinhlanhla Primary Full-Service School

Tholinhlanhla Primary Full-Service School The school that helps all kind of learners except LSEN. We offer education in three (3) kinds, level

Economic Management Sciences, lapha kufundwa ngamabhizinisi. Abantwana bakwa-Grade 7 bakhokha imali ethize ukuze bezofun...
28/08/2026

Economic Management Sciences, lapha kufundwa ngamabhizinisi. Abantwana bakwa-Grade 7 bakhokha imali ethize ukuze bezofunda ukuqala ibhizinisi bazakhele inzuzo. Ngomhlaka 9 September 2026 kuyobe kudayiswa ngaphakathi esikoleni.


#2026

REGISTRATION NOW OPEN!
27/08/2026

REGISTRATION NOW OPEN!

Lena yimininingwane ongayisebenzisa uma ufuna ukuxhumana nesikole noma udinga ulwazi oluthile okanye mawufisa ukudlulisa...
21/08/2026

Lena yimininingwane ongayisebenzisa uma ufuna ukuxhumana nesikole noma udinga ulwazi oluthile okanye mawufisa ukudlulisa umlayezo othile.

Siyabonga

19/08/2026

REGISTRATION FOR 2027 NOW OPEN

IZIDLO ZIZOTHOLAKALA KHONA KU-CONCERT NAMHLANJE!!!
14/08/2026

IZIDLO ZIZOTHOLAKALA KHONA KU-CONCERT NAMHLANJE!!!

14/08/2026

Message of Appreciation

​To: Thubelikwanele Trading Enterprise

Subject: Siyabonga / Heartfelt

Thanks for Your Generous Borehole Donation
​The School Governing Body, Management, Staff, and Learners of Tholinhlanhla Primary School wish to express our deepest and most sincere gratitude to Thubelikwanele Trading Enterprise for the incredibly generous donation of a borehole to our school.

​Access to a reliable and clean water source is a transformative gift that will profoundly impact the health, hygiene, and daily learning environment of our children. You have laid a foundation for a healthier and brighter future for our entire school community.

​We would also like to extend a special word of appreciation to Mr. T. Njoko-Sibisi for officially handing over the borehole to the school on the 12th of August 2026. Your presence and support made the occasion truly memorable.

​Thank you, Thubelikwanele Trading Enterprise, for investing in our children and leaving a lasting legacy at Tholinhlanhla Primary School. May your business continue to grow and prosper.

​“Uma uphuza amanzi, ukhumbula owamba umthombo.” (When you drink the water, remember the one who dug the well.)

​Warmest regards,
Tholinhlanhla Primary School Management & Stakeholders

THE FOUNDATION PHASE CONCERT is today (14/08/2026)1. Kwaziswa abazali ukuthi abantwana bafaka umfwaniswano eyesikole oph...
14/08/2026

THE FOUNDATION PHASE CONCERT is today (14/08/2026)

1. Kwaziswa abazali ukuthi abantwana bafaka umfwaniswano eyesikole ophelele ngaphandle kwalabo abazisiwe ngothisha babo ukuthi baswenke.

2. Ukufunda nokufundisa kuzoqhubeka ngendlela ejwayelekile ngakho kuyanxuswa abazali ukuthi bangabalovisi abantwana esikoleni.

3. Kulabo abasadinga amathikithi, ayatholakala esikoleni ehhovisi. R10.00 kwabancane bese kuthi abadala kube u-R20.00.

4. Isikhathi sokungena esikoleni yisikhathi esijwayelekile abantwana abahlezi bengena ngaso.

NB: ungaphuthelwa ukuzibonela umntwana wakho egila izimanga kumakhono anhlobonhlobo.

10/08/2026

VENUE: Enhlalakahle New Hall
DATE: 11 Aug 2026
Time: 09h00

TICKETS
Adults: R20.00
Children: R10.00

10/08/2026

FOUNDATION PHASE CONCERT 2026

Kumenywa bonke abazali, abantwana, Kanye nabathandi beTholinhlanhla Primary ku-CONCERT yabantwana base Foundation Phase lapho abantwana bezokhombisa amakhono abo ehlukene. Amathikithi ayatholakala esikoleni:

R20.00 abadala, R10.00 abantwana.

06/08/2026

Asihlangane khona, don't miss the show. Zibonele umntwana wakho ekhombisa ikhono lakhe. Tickets are sold at school ngo-R10 abantwana no-R20 kwabadala

Address

537 Khomba Road
Greytown
3250

Opening Hours

Monday 07:00 - 15:30
Tuesday 07:00 - 15:30
Wednesday 07:00 - 15:30
Thursday 07:00 - 15:30
Friday 07:00 - 14:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Tholinhlanhla Primary Full-Service School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Tholinhlanhla Primary Full-Service School:

Shortcuts

Share

Category