Itshehlophe Primary School
Province : Kwazulu Natal Suburb / Town : Durban ( Umbumbulu) District : Ugu CMC : Scottburgh
Siyanibingelela bazali
Njengoba lunohambo kusasa, abantwana baka grade R kuya ku 3 bayafunda njengokujwayelekile,kepha kulabo abangahambi baka grade 4 kuya phezulu sicela bangezi esikoleni ngoba othisha babo bazobe bengekho.
Siyabonga.
Big shout out to my newest top fans! Zamagaye Samke, Zanele M'zzt Dimba, Khanyo Mbutho, Ncwane Sinegugu, Zamazulu Maphumulo, Sheshile Makhanya, Sanelisiwe Maphakathwayo Qwabe, Scelo Mkhize Khabz Scelo, Zinhle Ngobese, Thulile Maka Olly, Bandileer Ncedoo Lungelorh, Avukile Ow Gavi, Lungile Ngcobo
15/08/2026
Siyabonga kwiMboni yezamatekizi omphakathi ngokusihlelela ezemidlalo kanye nezinye izikole.
Mdumezulu Primary SchoolKwaPhikaziwa Secondary School Inyonemhlophe Secondary School.
Sibongela i Mdumezulu Primary School kanye neKwaphikaziwa Secondary ngokuphumelela lemidlalo.
Sanibonani bazali
Ngicela sibheke isimo sezulu, uma sibona kungaphephile ukuthi abantwana bethu beze esikoleni, ngicela sibahlalise emakhaya ikakhulu laba abawela imifula.Umzali nguye ozothatha isinqumo ngokubuka isimo sezulu.
Ngiyabonga
11/08/2026
08/08/2026
Well done Boys
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Contact the school
Website
Address
D992 Itshehlophe Reserve
Ethekwini
Opening Hours
| Monday | 09:00 - 17:00 |
| Tuesday | 09:00 - 17:00 |
| Wednesday | 09:00 - 17:00 |
| Thursday | 09:00 - 17:00 |
| Friday | 09:00 - 17:00 |