06/02/2026
Celebrating World Read Aloud Day Vulingqondo Primary School
Imfundo isibani sezwe �
06/02/2026
Celebrating World Read Aloud Day Vulingqondo Primary School
03/12/2025
24/11/2025
Top 5 best performing learners all round 🎊
From left(position 5) - right (position 1)
24/11/2025
Photos from the Prize Giving Day 🏆
20/11/2025
Namhlanje Usuku olukhulu, lapho sibungaza khona abafundi bethu abenza kahle ezifundweni zabo Kanye nakweminye imikhakha ngaphakathi esikoleni🎊🏆
MZALI VIVA NEDATA 🎊
゚viralシfypシ゚
11/11/2025
Sicela ukukhumbuza abazali ngomhlangano wabazali ozoba kusasa, ngo9 ekuseni ehholo lesikole.
Ukuphumelela ngobuningi benu, kuyoba intokozo kithi.
10/11/2025
Abantwana bethu sebeqalile ukubhala izivivinyo zabo zokuphela konyaka, siyacela abazali bebalekelele ukufunda emakhaya futhi benze isiqiniseko sokuthi izingane azilovi.
31/10/2025
Isimemo somhlangano wabazali ohlelwe kanje:
📆12 November 2025
🕘09h00 ekuseni
📍Vulingqondo School hall
Ukuphumelela kwabazali kuyoba intokozo kithi.
20/10/2025
Vumelani abantwana beze kithi.
Sithanda ukukhumbuza abazali ukuthi, ukubhalisela abantwana ukuze bezofunda eVulingqondo ngonyaka ozayo kuvuliwe.
Amaform, ayatholakala esikoleni.🙏🏿
🎶🎵
18/10/2025
Exploring future careers! Grade 7 students get hands-on experience in different professions at our Career Simulation Day.
Uhambe kahle kakhulu umncimbi wabafundi bakagrade 7, njengoba bebechaza kabanzi ngemikhakha abafisa ukuyilandela mese bebadala.
| Monday | 07:30 - 14:30 |
| Tuesday | 07:30 - 14:30 |
| Wednesday | 07:30 - 14:30 |
| Thursday | 07:30 - 14:30 |
| Friday | 07:30 - 13:30 |