Esiqwaqweni Primary School

Esiqwaqweni Primary School Esiqwaqweni Primary School is a primary school situated in a rural area at Eshowe.

Oh our babies.❤️❤️❤️❤️❤️❤️Esiqwaqweni girls position 1 kwi tournament❤️❤️❤️👏👏👏👏Esiqwaqweni boys position 2 iguqiswe u-Kw...
27/08/2026

Oh our babies.❤️❤️❤️❤️❤️❤️

Esiqwaqweni girls position 1 kwi tournament❤️❤️❤️👏👏👏👏

Esiqwaqweni boys position 2 iguqiswe u-Kwazibonele Primary School ngo 2-0. ❤️❤️❤️👏👏👏

Izolo we were lucky to be visited by a young woman by the name Buhle Mahaye to donate shoes and socks to some of our kid...
27/08/2026

Izolo we were lucky to be visited by a young woman by the name Buhle Mahaye to donate shoes and socks to some of our kids.

❤️❤️❤️❤️❤️

Sibonge kuNodange ne team yakhe ukwenza umsebenzi omuhle kanjena. 👏👏👏👏👏

18-09-2026Siyogibela Rickshaw bus lapho sizofunda khona ngomlando weTheku. Silibone lonke iTheku. Siye e-museum siyofund...
20/08/2026

18-09-2026

Siyogibela Rickshaw bus lapho sizofunda khona ngomlando weTheku. Silibone lonke iTheku.

Siye e-museum siyofunda ngomlando wezilwane nokunye phansi kwesifundo seSayensi.

Siyobe sesiyozijabulisa ngokubhukuda nokuyobuka ichweba sibuke imkhumbi echwebeni.

Ngiyanaz niyawthanda umphako ngisho sizozinika thina izingane ukudla so ke nifake ugalo ka ADMIN phela naye ungumuntu aybo!!!

20/08/2026

A Friendly Reminder!!!!

Seliyagcwala i-bus.

Osele usele.

Kuyahanjwa mhlaka 18-09-2026
Grade R -Grade 6

Siya eDurban.

Imali isafana neyangonyaka odlule R500.00

Isikhathi sokusuka esikoleni u6:30

Isikhathi sokubuya 18:00 esizofika ngawo Esiqwaqweni Primary School

Abantwana baphathe amathawula okusula amakhulu abazozigoqa ngawo sebephuma emanzini, izinto zokubhukuda kanye nokokugcoba uma sebephuma emanzini.

Sigqoka umfaniswano wesikole.

SIBONGE!!!❤️❤️❤️

06/08/2026

MUST READ!!!🤗🤗

Sicela ukukhumbuza abazali babantwana abaya eThekwin mhlaka 18 September ukuthi babafakele lezizinto.

- ithawula elikhulu lokubhinca
- u-vaseline wokugcoba
- izingubo zokubhukuda

Abantwana bagaka umganiswano wesikole abaswenki.

Nifake amaqatha a-extra laphayana emphakweni nami ngumuntu phela ngiyalamba ngoba nghlez ngibhala lana nje!!😫😫😫😜😜

SIYABONGA.❤️❤️👏👏👏

23/07/2026

Naze nathula nemali yokuhamba mhlaka 18 September bazali.

Niyangithusa yazi!!!!
🥹🥹🥹🥹🥹

27/06/2026
Sawqala ngelinye igiya u-TERM 2. Sibonge kubaba wethu uMR B.L Mdletshe.Umkhulu wabantwana bethu. ❤️👏❤️Asazi olovile!!!!!...
10/04/2026

Sawqala ngelinye igiya u-TERM 2.

Sibonge kubaba wethu uMR B.L Mdletshe.
Umkhulu wabantwana bethu. ❤️👏❤️

Asazi olovile!!!!!!!! Isssa FRIYAYYYYY!!!!💃💃💃💃💃💃❤️❤️❤️❤️❤️

Address

Umlalazi Reserve
Eshowe
3815

Opening Hours

Monday 08:00 - 14:30
Tuesday 08:00 - 14:30
Wednesday 08:00 - 14:30
Thursday 08:00 - 14:30
Friday 08:00 - 14:30

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Esiqwaqweni Primary School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share