REPORT CARDS DISTRIBUTION
06/12/2024
Siyabingelela kubazali
Sicela ukwazisa abazali ngohlelo lokukhishwa kwama report.
Date:09 December 2024
Time:08:00-11:00
Venue: Ubizo Primary School
Abazali bavumelekile ukuzolanda ama report,kodwa bayacelwa bagcine isikhathi esishiwo.
NB:Abafundi balindeleke ukuthi bafike befake umfaniswano wesikole(School uniform)
Siyabonga ukubambisana
Mr O.S Mncube (Principal)
UBIZO Primary school
Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from UBIZO Primary school, School, ubizo tribal authority, Empangeni.
Mzali
Ngiyanibingelela egameni lesikole Ubizo Primary.Umkhandlu wesikole ukhumbuza abazali ngomhlangano wokukhetha isigungu sesikole (SGB) ozoba kusasa 15 March 2024 esikoleni.Bayacelwa abazali ukuba baphathe omazisi ID. Book abo ukuze bakwazi ukuvota.
Isikhathi : 9h00 (ekuseni)
Koba yinjabulo ukuphumelela kwenu
Yimina ozithobayo
Mr O.S Mncube (Principal)
Mzali
Ngiyanibingelela egameni lesikole Ubizo Primary.Umkhandlu wesikole umema abazali emhlanganweni wokukhetha isigungu sesikole (SGB) ozoba mhlaka 15 March 2024 esikoleni.Bayacelwa abazali ukuba baphathe omazisi ID. Book babo ukuze bakwazi ukuvota ngalolusuku.Isikole siyacela ukuba abazali beze esikoleni ukuzozibhekela ukuthi bakhona yini ohlwini[Voters Roll].Kusukela ngoMsombuluko kuya kuLwesine.
Yimina ozithobayo
Mr O.S Mncube (Principal)
06/12/2023
Mzali
Isimemezelo esiphuthumayo
Bonke abazali babafundi basoBizo Primary bayacelwa ukuba balande ama- report abatwana kusukela kusasa ngo 8 am kuya ku12 pm . Friday ngeke atholakala aseyoze atholakale Monday next week.
Siyabonga
28/09/2023
# Imfundo ingukhanya kwezwe # Heritage day
Our school celebrated Heritage day in style with our learners and educators dressed in their traditional attires.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Contact the school
Telephone
Website
Address
Ubizo Tribal Authority
Empangeni