Siyakhanyisa Primary School

Siyakhanyisa Primary School Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Siyakhanyisa Primary School, School, Nkululeko Road, Empangeni.

06/03/2021

Sanibona bazali onyakeni omusha. Siyabonga ngokusethemba nilethe abantwana benu. SicelA niqhubeke nibambisane nesikole ezinhlelweni ezidalwa icovid njengokuza kwabantwana ngamagroup. Sicela futhi nibalekelele kakhulu ngomsebenzi wasekhaya ngoba bawuthola njalo ukuze baqhubeke emakhaya futhi uba mningi. Siyacela bazali isimo siyaphoqa ukuba sisebenze ngalendlela.

30/08/2020

Bazali siyabonga ngokusethemba nibuyise abantwana. Nokifunda kuqhubeka kahle. Sicela nibasize emsebenzini wasekhaya.

16/08/2020

Mayelana nokuvulwa kwezikole kwama-grade angakabuyi sinazisa ukuthi sizolinda uMinister Uma esazosho okuthile kodwa sisabambe elomhlaka 24 August 2020. Uma kunoshintsho siyonazisa khona lapha ekhasini lethu

16/08/2020

Bazali sinazisa ukuthi amafomu okucela isikhala sokufunda ngonyaka ozayo aseyatholakala esikoleni Sethu. Ningeza esikoleni ukuze niwathole. Siyabonga

Address

Nkululeko Road
Empangeni

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Siyakhanyisa Primary School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category