Ntshidi Primary School

Ntshidi Primary School It's a primary school, starting from grade RR to grade 7, the school was started in 1967 and was built by the late Inkosi Ntshidi Mzimela,

11/08/2026

Bahlali

Ngicela sibagcine bonke kusasa abangaphesheya komfula uma liqhubeka kanje nokuna size sibone ukuthi umfula awugcwele

11/08/2026

Sanibonani bahlali

Izulu libi, sesiyabadedela abangaphesheya ngasenduneni ukhona omdala obahlangabezile sicela sibagadeke

18/06/2026

Sebebuyile sicela nibagade kodwa abakwaVundla besicele izimoto zibalinde nalaba bangaphesheya eBhuntshe seziyabathatha kuyimanje, sibongile kakhulu

Sebefikile eScience centre eRichards bay abangani behambe kahle
18/06/2026

Sebefikile eScience centre eRichards bay abangani behambe kahle

18/06/2026

Sanibonani bazalwane

Ngicela sibeke otakalani Bani nkosiyami njengoba benohambo nje olubheke eBay namhlanje ,bazobe bebona izihlahla zihamba.Nibatshele bengalokithi bamethenge ama chips , ukudla kwasenini sibalungiselele kukhona .Bazoya eScience centre eBay bese bedlula eMall entsha Uma sebebuya engicabanga ukuthi uhalf past 3 bazobe sebebuyile .Amen

08/06/2026

Big shout out to my new rising fans! Asbonge Sboniso

08/06/2026

Sanibonani bahlobo ayisazani ukuba bhizi netoho

Ngicela ningisize ngokuthi izingane zami ningazithengeli futhi ningaziniki ama chips angikhathali ukuthi awakuphi.

Kuyezwakala lapho emuva?

29/04/2026

Big shout out to my new rising fans! Sukoluhle Mehlo Mgazi, Mzwandile Ka Sthenjwa Nene

Address

Rural Ntshidi Area
Empangeni
3880

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ntshidi Primary School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Ntshidi Primary School:

Shortcuts

Share

Category