Ubungoma Namasiko

Ubungoma Namasiko ubungoma is a black people& #039;s tradition where people connect with their ancesters and isiko is a culture that people live under its customs

08/11/2024

Asifundisaneni ngomdabu wethu

02/05/2022
13/04/2022

Kusihlwa ake ngithi nje makukhanye ngane zakwethu kube kuhle sifune injongo kaJehova ngeympilo zethu. Mina sengaythola so ngiyaninxusa bakithi ifuneni Nani ningakhathali noze niythole.

07/04/2022

Zingane zakwethu asisizaneni kwezomdabu, onombuzo akabuze and wonke umuntu okhona kulegroup uvumelekile ukuphawula kodwa siphekeni inhlonipho phambili

07/12/2021

BANTWANA BETHONGO ASIPHILENI IMPILO EQOTHO

30/11/2021

Ngane zakwethu asibuzeni esifisa ukukwazi mayelana neympilo zethu okuphathelene namasiko bese abanalwazi bamukelekile ukuba basize ngolwazi abanalo.

31/10/2021

Nayi ingane ayihlawulwanga kodwa ikhulele kabobaba manje ifuna ukulungisa izinto ukuze impilo yayo ibe nedirection, asisizaneni ngolwazi esinalo ukuze kusizakale abaningi bethu

18/10/2021

Thokozani ngane zethongo asiphilisaneni ngolwazi lobungoma namsiko ukuze sikwazi ukulungisa isimo sempilo siqonde.

08/09/2021

Ukulalela kwesiny iskhathi kubiza ukuphila kwethu.

18/06/2021

Asicobelaneni ngolwazi lwesintu bakithi sikhulume nje kuze nongaqondi ekwazi ukuqonda ukuthi siyini isintu n sinamthelela muni kumuntu.

18/06/2021

Bantu bakithi nawu umbuzo, ingabe iyiphi indlela yokulungisa umsamo uma umndeni wakomama ungazinaki zonke lezo zinto n wakabobaba ungakufuni. # siyakhulisana size sakithi.

19/10/2020

Kodwa bakithi ake sibukisiseni kahle nansi inxakanxaka esibhekene nayo this days, kunjani kubhidlika imishado kugcwale iyngane ezinganabo obaba babe bephila, iyngane zigila imikhuba ziseyncane. Kwenzakalani ezweni bakithi, ake sibonisaneni

Address

EMALAHLENI
Emalahleni
WITBANK

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ubungoma Namasiko posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Ubungoma Namasiko:

Shortcuts

Share

Category