ISIMEMEZELO!!
UKUKHISHWA KWAMA REPORT:
Bonke abafundi abenza Grade R kuya kwa Grade 6 Kusasa sicela bafike ngo 9h00-11h00 bezolanda ama report okuphela konyaka .
Abafundi abenza Grade 7 bona bazowathola ngolwesihlanu ngo 8h00-11h00.
Abazali bavumelekile ukuza bezolandela abantwana ama report.
Siyabonga
MANAGEMENT
Ndabomuhle Primary School
Ndabomuhle primary school strives for excellence and learners are the future Generation.���
06/08/2024
06 AUGUST 2024
ANNUAL SPELLING BEE COMPETITION
Our learners between Grade 4-6 will today represent our school on the Annual Spelling Bee Competition. Siyabonga kakhulu kubazali for allowing them to participate on this competition which will be beneficial for their academic journey going forward.
We wish them all the best.
Bazali siyanibengelela
Isikole siyavula kusasa njengezinye izikole, sicela bonke abafundi babe seskoleni. Ukufunda nokufundisa kuzobe kuqhubeka njengenjwayelo
Syabonga
SMT
10/04/2024
Mzali othandekayo
Abantwana bazobe bethatha izithombe neklasi labo. Amapackage ahlukene kanje:
1. Package A = R50.00📸
Includes:Class photo, calendar, school planner and portrait of a child
2. Package B=R70.00 📸
Includes: Class photo, calendar, school planner, key holder and potrait of a child.
3. Package C=R100📸
Includes: Class photo,calendar, school planner, potrait of a child, key holder and a Mug with the childs photo.
Sicela abazali basixhase ukugcina izikhumbuzizo zabantwana. 📸🎞️
Siyabonga
Management
SGB ELECTION MEETING
URGENT REMINDER!!
15 March 2024
Bonke abazali bayamenywa emhlanganweni wokukhetha abazali abazoba amalungu esigungu sesikole (SGB) ohlelwe kanje
Usuku: 16 March 2024
Indawo: Ndabomuhle primary school
Isikhathi: 9h00
PHATHA UMAZISI(ID)WAKHO
Abazali bayacelwa ukuthi baphathe omazisi babo uma sebeze emhlanganweni.
SIYACELA ABAZALI BEZE NGOBUNINGI KULOMHLANGANO UKUZE SIKWAZI UKUQHUBEKA NOKUKHETHA I SGB. UMA ABAZALI BEBANCANE ABAKHONA ANGEKE UQHUBEKE UMHLANGANO.
Siyabonga
28 January 2024
Mzali
Uyaziswa ngomhlangano ophuthumayo uzobe ungomsumbuluko lona wakusasa ekuseni ngo 9h00 abantwana banikezwa izincwadi ukuba bazinike abazali. Okubaluleke kakhulu ngalomhlangano ukugqekezwa kwesikole izikhawu eziningi njengoba zivulile nje izikole.
Okunye okubalulekile ukunazisa ngosuku lokhetho lamalungu amasha omkhandlu omele abazali(SGB) kwazise iskhathi somkhandlu okhona njenga manje siphela mhla ziyi 29 February 2024.
Siyacela ukuba niphumelele ngobuningi benu nigcine nesikhathi.
Siyabonga ukubambisana
MANAGEMENT
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Contact the school
Telephone
Website
Address
P. O Box 76747 Marble Ray 4037
Durban
4360
Opening Hours
| Monday | 07:00 - 17:00 |
| Tuesday | 07:00 - 17:00 |
| Wednesday | 07:00 - 17:00 |
| Thursday | 07:00 - 17:00 |
| Friday | 07:00 - 17:00 |