Inanda Day S.P School

Inanda Day S.P School Inanda Day School, isikole Samukela abantwana kusukela ku Grade RR kuze kufika ku Grade 7.

BazaliSicela ukudlulisa nalu uhlelo lwe lomhlangano olungiselela unyaka ozayo.Siyabonga.
27/11/2025

Bazali
Sicela ukudlulisa nalu uhlelo lwe lomhlangano olungiselela unyaka ozayo.

Siyabonga.

Admission for 2026 Please come and register your children.
10/11/2025

Admission for 2026

Please come and register your children.

10/11/2025

Sanibonani Bazali
Sifisa ukunikhumbuza ngokuqala kwezivivinyo zokuphela konyaka ka 2025.Kuyaqalwa ukuhlolwa kwabafundi ,namuhla.Wonke umfundi kumele afike ezilungiselele ukuze aphumelele.

Siyabonga ngokubambisana.Kadeni ,ukubambisana kuyisinongo sempumelelo.
Ozithobayo
Dr M.M.Ngobese( Thishanhloko)

28/10/2025

Siphinde sibingelele
Bazali, kusada abafundi bazokhululwa ngo 11:00 am.Isizathu ,yingoba bonke abafundisi bazobe beye emhlanganweni.
Sicela nihlele, ngokulandwa kwabantwana

Sanibona bazali.
25/04/2025

Sanibona bazali.

Sanibona bazali
16/04/2025

Sanibona bazali

14/01/2025

Bazali sicela ukunazisa kuthi njengoba izikole zivulwa kusasa abantwana balindeke kuthi babe khona kusasa ngo07:30 isikhathi.

Bazali, besicela ngezinkinga ezingaphezu ngaphamandla ethu sicela umntwana uphathise ama-exercise amadala azokwazi ukubhalela kuwona.

Siyabonga kakhulu ukubambisana.

Dr M.M Ngobese (PRINCIPAL)

13/01/2025

I-office lizobe livuliwe 09:00 - 12:00

19/12/2024
Tshela okufree mode ukuthi kulate kakhulu akafake data. #2024 grade 7 farewell
11/12/2024

Tshela okufree mode ukuthi kulate kakhulu akafake data.

#2024 grade 7 farewell

Our top achieves had lunch with Dr Ngobese today.
10/12/2024

Our top achieves had lunch with Dr Ngobese today.

06/12/2024

Siphinde sibingelele bazali sicela ukugcizelela ukuthi ngomhlaka 10/12/2024 ngo 8:00 beese badedelwa ngo10:00 kulandwa ama report futhi uzobe kukonyweliswa abafundi abenze kahle kunomnyaka.

Sicelaa abafundi bazilandele bona amareport., uma abangani bengekho sicela kube umzali owabhalisa ingane uzolanda report lomntwanaa.

Address

Sandile Mhlongo Road, Inanda Mission
Durban
4309

Opening Hours

Monday 07:30 - 14:00
Tuesday 07:30 - 14:00
Wednesday 07:30 - 14:00
Thursday 07:30 - 14:00
Friday 07:30 - 14:00

Telephone

+27820466451

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Inanda Day S.P School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category