Hlanganani After school_Tutorial program

Hlanganani After school_Tutorial program Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Hlanganani After school_Tutorial program, Education, Durban.

Sifundisela umntwana kwizi fundo/subjects seskole abasalela kuzo siphinde sisize nakuma Homeworks, assessments task sicijise umfundo ukuthi adlulele kwi grade elandelayo

22/04/2026
Ngibingelele kuni nonke bazali Ngithi angithathe leli thuba nginazise ngezinhlelo ezintsha esiza nazo siyi Hlanganani Af...
05/07/2025

Ngibingelele kuni nonke bazali

Ngithi angithathe leli thuba nginazise ngezinhlelo ezintsha esiza nazo siyi Hlanganani After School Tutor Programme

Njengoba Sonke sazi ukuthi Lo nyaka sesiyela emaphethelweni oku goqa bengifisa nje ukulekelela o Dado bethu abasafufusa ukubhala nabangaka kwazi Kahle hle ukubhala ama alphabets 'Siyaye sithi ama Phonics' mawukulama grades aphansi (Grade R,1,2,3) okuyilapho besaqeqeshwa khona ngokubhala onkamisa nokwenza imisho.. leli bhuku liqukethe wonke ama alphabets abazofunda ukuwabhala baphinde futhi benze nemisho ngawo lawo magama Mase bewafundile, ngixolise Uma ngize nayo lento seku late kodw umntwana as long as esase skolen kuningi angakuzuza ngale ncwadi nango nyaka ozayo isangamkhumbuza kalula amagama noma aqhubeke ayi practice ngayo ukubhala

With that said isiyatholakala ngo R50!
nawe uzibele ne copy yakho inama page (sizeA5) aw 54

Ngibonge nje kuni nonke nabasazophendula inamba esitholakala kuyo (081 311 4507) naku WhatsApp ikhona

MzaliUnyaka uyaqala manj nabantwana bayavula eskolen, uyawaz ama results omntwana a last year ukuth abenzani ungabe usah...
07/01/2024

Mzali
Unyaka uyaqala manj nabantwana bayavula eskolen, uyawaz ama results omntwana a last year ukuth abenzani ungabe usahlala xhumana nathi sikusize unyaka use musha sikufundisele/simusize umntwana la esalela khona kwi zifundo zakhe. Ungalindi unyaka uze uyophela kwima ufuna into ephuthumayo ezo banga istress nakwi ngane

📍Siyatholakala khona e Sweetwater's

Elokugcina, Asithandeni abantwana an try and shape them for a better tomorrow🎓
Together we can change the world 💯

Address

Durban

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 12:00 - 15:00
Sunday 01:00 - 03:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Hlanganani After school_Tutorial program posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Hlanganani After school_Tutorial program:

Shortcuts

Share

Category