San'bona
Centocow high vs Sonyongwane high
Arise and shine Centocow and sonyongwane
Xolani bafundi kusane Toy'Toyi umthetho uyanivumela ukuthi nihlale emakhaya until iphele
Thank you!
Ngifisela bonke abafundi baka matric inhlanhla nokubhala okuhle , kanye nabanye abasemazingeni aphansi. Ngicela senze izinto zenzeke klonyaka
Ngyabonga
Molweni maqhawe/kazi ngibafisela ukubhala okuhle labo abasafunda
Ngcela babekezele bazibambe ziqine unyaka usuphelile .nangu mlayezo bazi ukuthi ayikho inkomo yobuthongo
Vukani nizithintithe nibheke lapho niyakhona nempilo
Sanibona nonke ngokuhlukahlukana kwenu .ngzofaka ingcindezi njengoba sekuzabhalwa ukuba nizimisele .ama sport angabikho emiqondweni yenu kakhulu ngoba ngeke anisize ngalutho
Ngyabonga inkosi ibe nani majongo namajongokazi
Basaphila nje kodwa abantu layikhaya?
Ei centocow nansi i sonyongwana ithi izaphinde iniphinde ngesbhaxu kuma result next year
Ehe san'bona ngyethemba niyaphila..i group isakhona ningethuki z'thandwa nginenkinga yokuba bhizi ..ngbonge kwabazinikelile la eqembini
Back to school now
SANIBONA NONKE BALUNGA BE GROUP?
Iphi i sonyongwane la????
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Website
Address
Durban
4066