Esikhwebezan primary School

Esikhwebezan primary School

Share

Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Esikhwebezan primary School, School, Durban Beach Front.

Photos from Esikhwebezan primary School's post 20/09/2024

Sanibonani bazali ngifisa ukunazisa kuthi kusahamba kahle abantwana basaphephile niyazibonela Nani kuthi bazijabulele

11/12/2023

Sanibonani ntambama

Ngicela ukundlulisa ukubonga kubazali abafundisa esikhwebezane primary school into abangenzele yona namuhla ayih iyancomeka kakhulu abantwana bethu bebebahleh kakhulu all thanks to the parents umcimbi wethu ube muhle kakhulu

Siyabongah 🙏😊

21/06/2023
26/04/2023

Sanibonani

Ngithi anginazise kuthi konke kusahamba Kahle Kanti futhi sidlale Kahle kakhul 🙏

15/02/2023

Sanibonani ntambam

Ngicela ukuthatha lelithuba ngixolise emphakathini ofundisa izingane esikoleni iyikhalo ziningi ngiyezwa kodwa keh isikole nomzali kuyohlezi kubambisene asingathathi okwenzeka esikolen sikubeke ezinkundleni zokuxhumana ngoba lokho kuyasehlisa isithunzi sesikole ngiyacela Kubazali kuthi umakukhona ongakuzwa Kahle yiza esikolen ukhona umphathi ukugcizelela izincwadi zisazophuma isikole besinxusa abazali kuthi bakhokhele izingane ngoba besine Sifiso sokuthi beyodlala olundi I date ayikaphumi ngenxa yokuthi besifisa ukubona inani labantwana asebekhokhile ukuthi bangaki sesingaya ukuyo dlala ngyacela Kubazali Kade sagcina ukuphuma njengesikole ngiyabakhuthaza ukuth bazikhokhele izingane siyacela🙏 R160 .

Esikhwebezane primary school we empower for the future.

Ngyabonga

04/02/2023

Sanibonani ekuseni

Ngicela ningindlulisela nakhu okuphuthumayo abafundi bekumele beyokwenza sport sokugijima esilanda izolo ntambam sathola ukuthi akusayiwa ngenxa ye network angikwazanga ukundlulisa lomlayezo.

08/12/2022

Kusasa ama report ayaphuma besicela izingane zize khona sikwazi kuthi sikhiphe top 10 nomzali mayingekho ingane yakhe engeza🙏 bengikhumbuza NJ abazali ngoba abaningi sebeyazi.

05/12/2022

Usuku lomcimbi ka grade R no Grade 7 (07 December 2022) ngo lwesithathu ngicela ningindlulisela nakwabanye🙏

Photos from Esikhwebezan primary School's post 05/12/2022

Sanibonani

I list ikhona esikoleni abantu abezo check kuthi bayavelani bese bengifundela iyithombe Lezi engiyifakile🙏.

01/09/2022

Morning
Ngyethemba Niyaphila ngithi angithathe leli thuba ngibongele abasizi bothisha ebebekhona kulonyaka iqhaza abalibambile likhulu kAkhulu ekuthuthukiseni imfundo yezingane.

Siyabonga🙏

24/06/2022

Good morning
Namuhla ziwu 24/06/2022 usuku lokuphuma kwemiphumela ka Term 2 mzali uyanxuswa ukuthi uqikelele ekutheni ingane ifika nayo report ekhaya.

Siyabonga🙏

14/04/2022

Good morning
Namuhla usuku Lokuphuma kwemuphumel yezingane for term 1. Umzali nomzali siyacel kuthi aqikelel kuthi uyayibona report yengane.

Siyabonga🙏

Want your school to be the top-listed School/college in Durban Beach Front?

Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Website

Address


Durban Beach Front