29/01/2022
Selidumela emansumpeni , 07 February ama classes ayaqala eFeziphupho matric upgrade ,don't miss our classes
Matric Upgrading School
29/01/2022
Selidumela emansumpeni , 07 February ama classes ayaqala eFeziphupho matric upgrade ,don't miss our classes
26/01/2022
SiseThekwini KwaNdengezi near Edgewoood Campus❤️for more information , contact /whatup 0729651499
Siyancoma Kubo bonke abakwazile ukuzimisela ekufundeni kwabo bathola imiphumela emihle 🌟🌟🎉sithi nje akukhanye ,konke enikubamba ngezandla zenu kube impumelelo nalapho ninqonqoza khona kuvuleke🌟🌟🌟🌟🙌
Abangakwazanga ukuphumelela ngendlela akade befisa ngayo sithi dudu kubona bonke mabaduduzeke ,impilo isaqhubeka ,asiqhubeke sizame kuzoze kulunge, "akuvelwa Kanye Kanye " . Asizame ukubuyela ezikoleni uma kubuyekeka ,siye nakuma upgrading schools angakwaz uKuthi asisize ekulungiseni izifundo zethu ukuze sizoqhuba Impilo ngendlela efanele🤗
Feziphupho Matric Upgrade izimisele ukulekelela bonke abadinga usizo lokulungisa izifundo zabo bathole ama marks amahle, Othisha abaqeqesheke ngokwanele futhi abasebasha aba understander zonke izimo umfundi aphila ngaphansi kwazo ,bayatholakala eFeziphupho matric upgrade
The best upgrading school
For more information call/ whatup 0729651499
Feziphupho matric upgrade
Admission for 2022
Call/ whatup 0729651499
Asikubingelele 🙌
Sifisa ukudlulisa ukuthi labo abafisa uku register for ukubhala ngo May/June 2022(abaneminyaka engaphez kwa3 baqeda skole,2018 kuya emuva)...mabaohuthume to their nearest Department of Education beyobhalisa ukuze bezokwaz ukuthola ama writing centres kusase early ...closing date 31 January 2022.
Abafisa uku register for ukubhala ngo October/ November (abaqede eskolen from 2019 kuya ku 2021) abaye ezikoleni ababefunda kuzo beyobhalisela ukubhala ama exam S abo khona.
Feziphupho Matric upgrade izimisele ukulekela ngoku provider ama classes asezingeni,avutha bheeee🔥🔥🔥🔥in all subjects. Ungazibambezeli Xhumana Nathi if ufisa ukufeza ama phupho akho .... We also assist with CAO Application and NSFAS application while you are upgrading your subject , for more information whatup 0729651499
Asibingelele sikwamukele siyi Feziphupho Matric upgrade 🙌esifisa ukukwazisa khona ukuthi sesiqalile ukwamukela abafisa ukulungisa izifundo zabo zakwa Matric ezivelayo kwi statement,ngakho siyakucela futhi siyakwenxusa ukuthi Nawe ungasali ngaphandle kodwa si joine ulungise Nathi izifundo zakho,noma ngabe isiphi isifindo esikhon ezikoleni zikaHulumeni siyazilungisa , uyacelwa ukuba wazise nabanye kanjalo nabanye bazise abanye🤗yimina owenu Feziphupho Matric upgrade.
ukubona amaphupho efezeka.
Konke kuzolunga Uma ubambisene Nathi ekuqinisikiseni ukuthi iphupho lakho liyafezeka ukubona amaphupho efezeka
26/10/2021
Ukubhala okuhle kumfundi ka grade 12
21/10/2021
Umfundi simulekelela kukho konke angaku understand kuze kufike ilanga abhala ngalo.....lokho sikwenza for freeee
21/10/2021
Trigonometry🔥
Wensday session ,Revision for Analytical geometry 🔥🔥🔥🔥
Teachers in Actions🔥🔥Statistics