27/08/2026
Bazali, niyacelwa ๐๐ฝ
Please talk to your children about how serious bullying is. Kubuhlungu kakhulu ukuba nomntwana osaba ukuya esikoleni ngoba kukhona abanye abamhlukumezayo esikoleni.
Siyacela bazali, fundisani abantwana benu ukuhlonipha abanye nokuthi ukuhlukumeza akwamukelekile. Izingane ezihlukumeza abanye zingase zibhekane nemiphumela emibi kakhulu, kuhlanganise nezinyathelo zomthetho.
Masisebenzeni sonke โ abazali, othisha nabafundi โ ukwenza isikole sibe indawo ephephile kubo bonke abantwana. ๐๐ฝ
Regards;
Motaung Steven Z