Kwa-Dela Secondary School

Kwa-Dela Secondary School Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Kwa-Dela Secondary School, School, Rotla Avenue, Davel.

Umzali obenesifiso sokuth ingane yakhe ihambe angakhokha ksasa ekseni.
27/08/2026

Umzali obenesifiso sokuth ingane yakhe ihambe angakhokha ksasa ekseni.

Bayacela I support ๐Ÿ™๐Ÿผ๐Ÿ™๐Ÿผ
25/08/2026

Bayacela I support ๐Ÿ™๐Ÿผ๐Ÿ™๐Ÿผ

12/08/2026

Kucelwa wonke ama private candidates bewabhala ngoJune azo collect ama statements of results wabo ksasa esikoleni from 10:00 am.

Bazali bezingane ezifunda ibanga 7 Grade 07 e Davel Primary school niyacelwa nisigcwalisele izingane zenu ama applicatio...
12/08/2026

Bazali bezingane ezifunda ibanga 7 Grade 07 e Davel Primary school niyacelwa nisigcwalisele izingane zenu ama application form. Zinikeziwe izingane namuhla,uma seniwabuyisa sicela kube umzali olilethe eKwadela Secondary School. Ukuze ingane yakho ithole indawo. Kanye nezincwadi.

Tomorrow (11/08/2026) is a normal school day for all learners. Kindly disregard the false announcement ๐Ÿ“ข.
10/08/2026

Tomorrow (11/08/2026) is a normal school day for all learners. Kindly disregard the false announcement ๐Ÿ“ข.

27/07/2026

Mzali uyaziswa ngokulandwa kwemiphumela yezingane.
Grade 11 29/07/2026 isikhathi 15:00
Grade 12 30/07/2026 isikhathi 15:00
Grade 8,9 and 10 31/07/2026 isikhathi 13:30
Indawo: Kwadela Secondary School ( emakilasini ngokwehlukana kwabo)
Uyacelwa ukuba ulandele ingane yakho umphumela wayo
Ozithobayo
Shabalala SAB (Principal)

04/07/2026

Sanibonani ngithunywa umndeni wakhabo Goodness Myeni.Uyaxolisa kakhulu ngokushintshwa kwesikhathi. Inkonzo isizongena ngo 7 ekuseni iphume ngo9. Isikhathi sishintshwa abasemakhazeni. Siyabonga๐Ÿ™๐Ÿผ

30/06/2026

Zonke izingane ezifunda eKwadela Secondary school ziyaziswa ukuth kunengane efunda ibanga 08 khona eskoleni, esishiyile emhlabeni. Niyacelwa ukuba sihlanganyele kanye nomndeni ukuyofihla ithambo labo. Nigqoke izingubo zesikole. Usuku: Ngesonto (05 July 2026) isikhathi: Inkonzo ingena ngo 9:00 ekuseni ekhaya eMarikana . NIYACELWA NONKE NIGQOKE IZINGUBO ZESIKOLE.

Ozithobayo
SAB Shabalala (Principal)

22/06/2026

Iskhumbuzo!
Zonke izingane zesikole ziyacelwa ukuba zifike eskoleni ksasa ngo 10:00am.๐Ÿ™๐Ÿผโค๏ธ

Grade 12 Vintage day
29/05/2026

Grade 12 Vintage day

Address

Rotla Avenue
Davel
2320

Telephone

+27178800426

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Kwa-Dela Secondary School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The School

Send a message to Kwa-Dela Secondary School:

Shortcuts

Share

Category